Umbuso KaKristu Usufeziwe Phakathi Kwabantu I UNkulunkulu uSomandla osesimweni somuntu uvela ezinsukwini zokugcina eMpumalanga, njengelanga nje elinokulunga liphuma; isintu sesikubonile ukukhanya kweqiniso kuvela. UNkulunkulu onokulunga futhi onobukhosi, onothando nomusa ngokuzithoba uzifihle phakathi kwabantu, ekhipha iqiniso, ekhuluma futhi esebenza. UNkulunkulu uSomandla ubhekene nathi ubuso nobuso. UNkulunkulu enimomele, uNkulunkulu engimlindele, namuhla uvela kithi ngokoqobo. Silifunile iqiniso, silangazelele ukulunga; iqiniso nokulunga sekufikile phakathi kwabantu. Uyamthanda uNkulunkulu, ngiyamthanda uNkulunkulu; isintu sigcwele kakhulu ithemba elivuselelwe. Abantu bayamlalela, izizwe ziyamkhonza uNkulunkulu wokoqobo osesimweni somuntu. II UNkulunkulu uSomandla ukhipha iqiniso futhi uletha ukwahlulela, embula isimo sikaNkulunkulu sokulunga. Ngokwahlulela, ukusola nokuvivinya ngamazwi, unqoba futhi aphelelise iqembu labanqobi. Amazwi kaNkulunkulu, anolaka futhi anobukhosi, ahlulela futhi ahlanze ukungalungi kwesintu, ebhidliza ngokuphelele inkathi yobumnyama. Iqiniso nokulunga kuyabusa emhlabeni. Umhlaba wonke uyahalalisa, bonke abantu bayathokoza; itabernakele likaNkulunkulu liyafika phakathi kwabantu. Umhlaba uyanyakaza nezizwe ziyakhonza, intando kaNkulunkulu izokwenziwa emhlabeni. Umhlaba wonke uyahalalisa, bonke abantu bayathokoza; itabernakele likaNkulunkulu liyafika phakathi kwabantu. Umhlaba uyanyakaza nezizwe ziyakhonza, intando kaNkulunkulu izokwenziwa emhlabeni. Umbuso kaKristu usufeziwe phakathi kwabantu Khetha kulokhu: Landela iWundlu Nihlabelele Izihlabelelo Ezintsha
Rvelation12:10 Ngase ngizwa izwi elikhulu ezulwini, lithi: “Kalokhu insindiso namandla nobukhosi ngokukaNkulunkulu wethu, nombuso ngokaKristu wakhe, ngokuba uphonswe phansi ummangaleli wabazalwane bethu obamangalelayo phambi kukaNkulunkulu wethu imini nobusuku. (IsiZulu 1959/1997)
3/11/2018
God's Will Is Carried Out on Earth “Umbuso KaKristu Usufeziwe Phakathi Kwabantu” christian dance
Umbuso KaKristu Usufeziwe Phakathi Kwabantu I UNkulunkulu uSomandla osesimweni somuntu uvela ezinsukwini zokugcina eMpumalanga, njengelanga nje elinokulunga liphuma; isintu sesikubonile ukukhanya kweqiniso kuvela. UNkulunkulu onokulunga futhi onobukhosi, onothando nomusa ngokuzithoba uzifihle phakathi kwabantu, ekhipha iqiniso, ekhuluma futhi esebenza. UNkulunkulu uSomandla ubhekene nathi ubuso nobuso. UNkulunkulu enimomele, uNkulunkulu engimlindele, namuhla uvela kithi ngokoqobo. Silifunile iqiniso, silangazelele ukulunga; iqiniso nokulunga sekufikile phakathi kwabantu. Uyamthanda uNkulunkulu, ngiyamthanda uNkulunkulu; isintu sigcwele kakhulu ithemba elivuselelwe. Abantu bayamlalela, izizwe ziyamkhonza uNkulunkulu wokoqobo osesimweni somuntu. II UNkulunkulu uSomandla ukhipha iqiniso futhi uletha ukwahlulela, embula isimo sikaNkulunkulu sokulunga. Ngokwahlulela, ukusola nokuvivinya ngamazwi, unqoba futhi aphelelise iqembu labanqobi. Amazwi kaNkulunkulu, anolaka futhi anobukhosi, ahlulela futhi ahlanze ukungalungi kwesintu, ebhidliza ngokuphelele inkathi yobumnyama. Iqiniso nokulunga kuyabusa emhlabeni. Umhlaba wonke uyahalalisa, bonke abantu bayathokoza; itabernakele likaNkulunkulu liyafika phakathi kwabantu. Umhlaba uyanyakaza nezizwe ziyakhonza, intando kaNkulunkulu izokwenziwa emhlabeni. Umhlaba wonke uyahalalisa, bonke abantu bayathokoza; itabernakele likaNkulunkulu liyafika phakathi kwabantu. Umhlaba uyanyakaza nezizwe ziyakhonza, intando kaNkulunkulu izokwenziwa emhlabeni. Umbuso kaKristu usufeziwe phakathi kwabantu Khetha kulokhu: Landela iWundlu Nihlabelele Izihlabelelo Ezintsha
Bhalisa ku:
Thumela amazwana (Atom)
Awekho amazwana:
Thumela amazwana