Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula Amazwi KaNkulunkulu USomandla. Bonisa konke okuthunyelwe
Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula Amazwi KaNkulunkulu USomandla. Bonisa konke okuthunyelwe

9/10/2018

Izwi Lokuqala

Ingabe labo abafakaza ngamazwi Ami bawamukela ngempela? Ingabe ningazi ngempela? Ingabe niye nafunda impela ukulalela?

9/09/2018

Ukuhunyushwa Kwezwi Lamashumi Amathathu Nambili






















Amazwi kaNkulunkulu ashiya abantu bezenwaya amakhanda; kungathi, ngenkathi ekhuluma, uNkulunkulu akamnaki umuntu ukhuluma emoyeni, kungathi akanamcabango nhlobo ekuthini anake izenzo zomuntu, akanaki ngokuphelele ukwakheka komuntu, kungathi amazwi awakhulumayo awabhekisiwe ekuqondeni kwabantu, kodwa akamnaki umuntu, njengoba kwakuyinhloso yokuqala kaNkulunkulu.

9/08/2018

Izwi Lesine

Sizohlala sibhekile futhi silindile, sithule emoyeni futhi sifuna ngenhliziyo ehlanzekile. Noma yini esehlelayo, akufanele sihlanganyele ngobumpumputhe.

9/05/2018

Ekukholweni Kwakho kuNkulunkulu Kumele Ulalele uNkulunkulu























Kungani ukholwa kuNkulunkulu? Abantu abaningi bayabaxakwa yilo mbuzo. Banemibono emibili eyehlukene ngoNkulunkulu ongokoqobo kanye noNkulunkulu osezulwini, okukhombisa ukuthi bakholwa kuNkulunkulu bengaqonde kulalela, kodwa ukuthola izinzuzo ezithile, noma befuna ukubalekela ukwehlelwa yinhlekelele.

9/04/2018

Yimuphi Umqondo Okumele Abakholwayo Bawubambe

Ngabe yini le esiyamukelwe umuntu kusukela aqala ukukholwa kuNkulunkulu? Bewazini ngoNkulunkulu? Ngabe sewuguquke kangakanani njengoba sewukholwa kuNkulunkulu?

9/03/2018

Ezinyathelweni Zomsebenzi kaNkulunkulu

Amazwi KaNkulunkulu,umsebenzi kaNkulunkulu,unkulunkulu uthando


Ngaphandle, kubukeka sengathi izinyathelo zomsebenzi kaNkulunkulu kulesi sigaba seziphelile, nokuthi isintu sesisitholile kakade isahlulelo, ukusola, ukushaywa, nokucwengwa kwamazwi Akhe, futhi sesidlule ezinyathelweni ezifana nokulingwa kwabenzi benkonzo, ukucwengwa kwangezikhathi zokusola, ukulingwa ngokufa, ukulingwa ngokunqotshwa, kanye nezikhathi[a] zokuthanda uNkulunkulu.

9/02/2018

Bantu! Jabulani!

















Ekukhanyeni kwaMi, abantu babona ukukhanya futhi. Ezwini laMi, abantu bathola izinto zokujatshulelwa. Sengiqhamukile eMpumalanga futhi Ngisuka khona.

8/20/2018

Ukuhunyushwa Kwezwi Lamashumi Amathathu Nanhlanu

Kulezi zinsuku, bonke abantu, ngamazinga ahlukahlukene, bafinyelele ekuthini basolwe. Njengoba uNkulunkulu ethi, “Ngiya phambili nabantu beseceleni Kwami.” Lokhu kuliqiniso lempela, kodwa abantu abakakakwazi ukuliqonda ngokwempela leli phuzu. Ngaleso sizathu, ingxenye yomsebenzi kwasebewenzile kube ngongenasidingo.

8/18/2018

Izwi Lesibili

Ibandla laseFiladelfiya selithole isimo, futhi lokhu kube ngokuphelele ngenxa yomusa nobubele bukaNkulunkulu. Abangcwele bakhiphe uthando lwabo lukaNkulunkulu futhi abazange baphambuke endleleni yabo yokomoya. Baqinile ekukholweni kwabo ukuthi uNkulunkulu wangempela ongukuphela Kwakhe ube yinyama, ukuthi uyiNhloko yezulu nomhlaba olawula zonke izinto—lokhu kuqinisekiswa nguMoya oNgcwele futhi kufakazelwa ngobufakazi obuqanda ikhanda! Akunakuguquka!

8/17/2018

Ukuhunyushwa Kwezwi Lamashumi Amathathu Nantathu

Eqinisweni, ngokwalokho uNkulunkulu akwenze kubantu, nabanike khona, kanye nalokho abantu abanakho, kungashiwo ukuthi izimfuno Zakhe kubantu azilona ihaba, ukuthi akafuni okuningi kubo. Kungenzeka kanjani ke ukuthi bangazami ukwanelisa uNkulunkulu? UNkulunkulu ubanika amaphesenti ayikhulu abantu, kodwa Yena acele ingxenye encane yephesenti kubantu—ingabe lokhu kuwukucela okuningi?

8/13/2018

Ukuhunyushwa Kwezwi Lamashumi Amathathu Nanye

Isimo sikaNkulunkulu sikhona kuwo wonke amazwi kaNkulunkulu, kodwa okubaluleke kakhulu emazwini Akhe ukwambula ubumbuka bawo wonke umuntu bese ebeka obala izinto ezifana nokungalaleli kwabo, ukungazithobi, ukwenza okungemukelekile, ukungabi mnene, kanye nokungakwazi ukumthanda uNkulunkulu ngeqiniso.

Ukuhunyushwa Kwezwi Lamashumi Amathathu

Abanye abantu banakho ukukhanyiseleka okuncane ngamazwi kaNkulunkulu, kanti akekho kubo owethemba imizwa yakhe; besaba kanzulu ukuwela ekubeni ngabangavumi lutho. Ngakho, ukungavumi lutho, kuphakathi kwenjabulo nosizi.

8/12/2018

Ukuhunyushwa Kwezwi Lamashumi Amabili

UNkulunkulu wadala sonke isintu, futhi usesihole sonke isintu kwaze kwaba namuhla. Kanjalo, uNkulunkulu wazi konke okwenzeka phakathi kwabantu: wazi ububi emhlabeni wabantu, uqonda ubumnandi emhlabeni wabantu, ngakho-ke usuku ngosuku uchaza izimo zempilo yaso sonke isintu, aphinde, phezu kwalokho, abhekane nobuthakathaka nokonakala kwaso sonke isintu.

Ukuhunyushwa Kwezwi Leshumi Nesishiyagalolunye

Kubonakala sengathi emicabangweni yabantu, uNkulunkulu uphakeme kakhulu futhi akaqondakali. Kusengathi uNkulunkulu akahlali phakathi kwabantu, kusengathi ubabukela phansi abantu ngoba uphakeme kangaka. UNkulunkulu, nokho, uyayiphihliza imicabango yabantu ayiqede yonke, egqiba imicabango yabo “emathuneni” lapho iphenduka khona umlotha.

8/11/2018

Ukuhunyushwa Kwezwi Leshumi Nesishiyagalombili

Onke amazwi kaNkulunkulu aphethe ingxenye yesimo sakhe; isimo Sakhe ngeke sichazwe ngokugcwele ngamazwi, ngakho lokhu kukhombisa izinga lokunotha okukuye. Lokho abantu abangakubona futhi bakuthinte, vele, akungakanani, njengoba kunjalo nasemandleni abantu.

Ukuhunyushwa Kwezwi Leshumi Nesikhombisa

Eqinisweni, onke amazwi aphuma emlonyeni kaNkulunkulu ayizinto abantu abangazazi; onke awulimi abantu abangakaze baluzwe, ngakho kungabekwa kanje: amazwi kaNkulunkulu kwawona ayimfihlakalo. Abantu abaningi bakholwa ngokuyiphutha ukuthi izinto kuphela abantu abangeke bazithole ngokomqondo, izindaba zasezulwini uNkulunkulu avumela abantu ukuthi bazi ngazo manje, noma iqiniso ngalokho uNkulunkulu akwenzayo endaweni yomoya kuyizimfihlakalo.

8/07/2018

Ukuhunyushwa Kwezwi Leshumi Nesithupha

Kubantu, uNkulunkulu mkhulu kakhulu, unokuningi kakhulu, umangalisa kakhulu, akaqondakali kakhulu; emehlweni abo, amazwi kaNkulunkulu aphakeme kakhulu, futhi avela njengomsebenzi wobuciko womhlaba omkhulu.

8/06/2018

Ukuhunyushwa Kwezwi Leshumi Nanhlanu

Umehluko omkhulu phakathi kukaNkulunkulu nomuntu ukuthi amazwi kaNkulunkulu njalo ashaya emhloleni, futhi akukho okufihlakele. Ngakho le ngxenye yesimo sikaNkulunkulu ingabonakala emazwini okuqala anamuhla.

8/05/2018

Ukuhunyushwa Kwezwi Leshumi Nane

Umuntu akaze afunde lutho ezwini likaNkulunkulu. Esikhundleni salokho, umuntu wazisa nje kuphela ingaphezulu lezwi likaNkulunkulu, kodwa engawazi umqondo walo wangempela.

8/04/2018

Ukuhunyushwa Kwezwi Leshumi Nantathu

UNkulunkulu uyizonda yonke inzalo kadrako omkhulu obomvu, futhi umzonda nakakhulu udrako omkhulu obomvu. Yilena impande yolaka olusenhliziyweni kaNkulunkulu.