Rvelation12:10 Ngase ngizwa izwi elikhulu ezulwini, lithi: “Kalokhu insindiso namandla nobukhosi ngokukaNkulunkulu wethu, nombuso ngokaKristu wakhe, ngokuba uphonswe phansi ummangaleli wabazalwane bethu obamangalelayo phambi kukaNkulunkulu wethu imini nobusuku. (IsiZulu 1959/1997)
Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula Nokungena. Bonisa konke okuthunyelwe
Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula Nokungena. Bonisa konke okuthunyelwe
11/28/2017
Indlela Yokungena Esimweni Esijwayelekile
Lapho abantu bamukela ngokwengeziwe amazwi kaNkulunkulu, yilapho bekhanyiseleka ngokwengeziwe futhi bakulambela baphinde bakomele ngokwengeziwe ukufuna ulwazi lukaNkulunkulu. Yilabo abemukela amazwi kaNkulunkulu kuphela abakwazi ukuzwa izinto ezijulile nezicebe ngokwengeziwe; yibo kuphela abanokuphila okuqhakaza njalo njalo.
Bhalisa ku:
Okuthunyelwe (Atom)