Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula iNkosi uJesu. Bonisa konke okuthunyelwe
Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula iNkosi uJesu. Bonisa konke okuthunyelwe

10/06/2018

10. Kungani kungokubhekana kanye nokuthobela umsebenzi kaNkulunkulu esimweni somuntu ukuba umuntu azi uNkulunkulu?

Izikhombo Zamavesi EBhayibheli:

“Futhi uLizwi waba yinyama, futhi wahlala phakathi kwethu, (futhi sabona inkazimulo Yakhe, inkazimulo enjengeyozelwe yedwa kuYise,) egcwele umusa neqiniso” (Johane 1:14).

10/03/2018

Ingxenye Yesibili Ungahlukanisa Kanjani Umehluko Obalulekile Ngemibono Yenkolo Neqiniso

Umbuzo 1: Siyakholwa ukuthi ukubuya kweNkosi kuzosho ukuthi amakholwa avuselwa embusweni wezulu ngqo, ngokuba kubhaliwe eBhayibhelini: “Thina esisaphila nabasasele sizohlwitha kanye nabo emafwini, ukuhlangabeza iNkosi emoyeni: sizoba neNkosi kuze kube phakade." (Thesalonika 4:17). Niyafakaza ukuthi iNkosi uJesu isibuyile, manje kungani sisesemhlabeni singakahlwithwa?

Impendulo:

Kumele sikholelwe ekubuyeni kweNkosi sime eziprofethweni azikhuluma Yena uqobo. Leyo iyona ndlela eyiyo yokulindela ukubuya kweNkosi. Ubani enimcaphunayo ngempela?

9/25/2018

South African Gospel Song "Ukuzuza Ukuphila Okuphakade, Kufanele Wazi Umthombo Wakho"



South African Gospel Song "Ukuzuza Ukuphila Okuphakade, Kufanele Wazi Umthombo Wakho"


UNkulunkulu uwumthombo wokuphila komuntu; 
izulu nomhlaba kuphila ngamandla Akhe.
Akukho okuphilayo okungazikhulula ekubuseni nasegunyeni likaNkulunkulu.

8/02/2018

South African Gospel Music "O Sithandwa Sami, Ngilinde" Longing for God (Zulu Subtitles)


South African Gospel Music "O Sithandwa Sami, Ngilinde" Longing for God (Zulu Subtitles)

Angibuzwa ubukhona Bakho. Ukuphi Wena?
Inyanga yenyuka kancane phezu kwezicongo zemithi,
ukukhanya kwayo kuhle, njengesithandwa sami.
Sithandwa sami, ukuphi Wena?

4/25/2018

MUSICAL DOCUMENTARY Isethembiso SikaNkulunkulu Kuma-Israyeli coming soon to reveal the mysteries of human life


Isethembiso SikaNkulunkulu Kuma-Israyeli
Onyakeni wenkosi yethu, umntwana wesilisa wazalwa emkhombeni endaweni yezihambi eBethlehema laseJudiya. Izazi ezintathu zasempumalanga, ziholwa yinkanyezi eyayingakaze ibonakale ngaphambili, zeza endaweni okwakuzalelwe kuyo umntwana. Zamkhothamela ngokumkhonza. Lo mntwana kwakuyilowo owayethenjiswe nguNkulunkulu, owayezohola futhi akhulule ama-Israyeli emthethweni.


Ukubona Ukubonakala KukaNkulunkulu Ekwahluleleni Nasekusoleni Kwakhe

Njengamakhulu ezigidi zabanye abalandeli beNkosi uJesu Kristu, siyayemukela imithetho nemiyalo yeBhayibheli, sijabulela inala yomusa weNkosi uJesu Kristu, bese sihlangana ndawonye, sithandaze, sidumise, futhi sikhonze egameni leNkosi uJesu Kristu—konke lokhu sikwenza ngaphansi kokunakekela nesivikelo seNkosi.

10/27/2017

2018 SA Gospel Movies "Ubani iNkosi Yami" Ingabe YiBhayibheli INkosi, Noma UNkulunkulu? (Iziqeshana)




ULiu Zhizhong ungumzwalane omdala wendlu yebandla lasendaweni eShayina. Usebeyikholwa ngaphezulu kweminyaka engamashumi amathathu, futhi ubesolokhu egcizelela ukuthi “iBhayibheli liphefumulelwe nguNkulunkulu,” “iBhayibheli limele uNkulunkulu, ukukholelwa kuNkulunkulu wukukholelwa eBhayibhelini, ukukholelwa eBhayibhelini wukukholelwa kuNkulunkulu.”