Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula isiphetho sesintu. Bonisa konke okuthunyelwe
Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula isiphetho sesintu. Bonisa konke okuthunyelwe

7/18/2018

South African Gospel Song "Qaphelani isiphetho sesintu" Ihubo Lamazwi kaNkulunkulu





South African Gospel Song "Qaphelani isiphetho sesintu" Ihubo Lamazwi kaNkulunkulu
UNkulunkulu ukhuthaza izinhlanga zonke, amazwe kanye nezimboni:
Zilale’iphimbo Lakhe zibon’umsebenzi Wakhe;
zinak’isiphetho sesintu;
zimenz’uNkulunkulu abe ongcwele,
ophakeme kakhulu ohlonishwayo;
zivumele isintu siphile esibusisweni sikaNkulunkulu,
njengalokh’isizukulwane
sika-Abraham saphil’esibusisweni sikaJehova,
njengendalo kaNkulunkulu u-Adamu noEva baphil’engadini yase-Edeni.

4/30/2018

Ibika Ledokhumentari ethi "Lowo Ophethe Ubukhosi Phezu Kwakho Konke" Ukuhlola Izimfihlakalo Zempilo



Umlotha Emlotheni, Uthuli Othulini. Akekho onganqoba ukugula nokufa. Akekho ongaguqula imithetho yokukhula nobuthakathaka. … Siphilelani? Futhi kungani kufanele sife? Ubani ophethe lo mhlaba?

4/26/2018

MUSICAL DOCUMENTARY THE ONE WHO HOLDS SOVEREIGNTY OVER EVERYTHING Why Do We Live? And Why Do We Have to Die? coming soon to reveal the mysteries of human life




Siphilelani? Futhi Kungani Kufanele Sife?
Kuzo zonke izinkathi, bonke abantu balandele imithetho yokuphila efanayo; kusuka emagameni abo okuqala baze babe mpunga, bachitha izimpilo zabo zonke bephuthuma, ekugcineni baze baphenduke uthuli …