Rvelation12:10 Ngase ngizwa izwi elikhulu ezulwini, lithi: “Kalokhu insindiso namandla nobukhosi ngokukaNkulunkulu wethu, nombuso ngokaKristu wakhe, ngokuba uphonswe phansi ummangaleli wabazalwane bethu obamangalelayo phambi kukaNkulunkulu wethu imini nobusuku. (IsiZulu 1959/1997)
Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula inkolo. Bonisa konke okuthunyelwe
Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula inkolo. Bonisa konke okuthunyelwe
11/25/2019
UNkulunkulu USomandla UnguNkulunkulu Oyedwa Obusa Phezu Kwezinto Zonke
Amazwi KaNkulunkulu Abalulekile:
Konke lokhu okulo mhlaba kuyashintsha ngokushesha emicabangweni kaMninimandla Onke, phansi kwamehlo Akhe. Izinto isintu esingakaze sizwe ngazo zingafika kungazelele.
11/17/2019
Isahluko 21
Emehlweni kaNkulunkulu, abantu banjengezilwane emhlabeni wezilwane. Bayalwa, babulalane futhi baxhumane nabanye ngokumangalisayo. Emehlweni kaNkulunkulu, baphinde futhi bafane nezinkawu, bakhelana uzungu kungakhathaleki ubudala noma ubulili.
Bhalisa ku:
Okuthunyelwe (Atom)