Rvelation12:10 Ngase ngizwa izwi elikhulu ezulwini, lithi: “Kalokhu insindiso namandla nobukhosi ngokukaNkulunkulu wethu, nombuso ngokaKristu wakhe, ngokuba uphonswe phansi ummangaleli wabazalwane bethu obamangalelayo phambi kukaNkulunkulu wethu imini nobusuku. (IsiZulu 1959/1997)
Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula unkulunkulu uthando. Bonisa konke okuthunyelwe
Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula unkulunkulu uthando. Bonisa konke okuthunyelwe
11/26/2019
Izahluko 24 no-25
Ngaphandle kokufunda ngokucophelela, akunakwenzeka ukuthola okuthile emazwini alezi zinsuku ezimbili; eqinisweni, bekufanele ngabe akhulunywe usuku olulodwa, kodwa uNkulunkulu uwahlukanisele izinsuku ezimbili.
11/20/2019
Umsindisi Usebuyile “Esefwini Elimhlophe”
Ezinkulungwaneni eziningi zeminyaka, umuntu ubelokhu elangazelela ukubona ukufika koMsindisi. Umuntu ubelokhu elangazelela ukubona uJesu uMsindisi esefwini elihlophe njengoba ehla, engumuntu, phakathi kwalabo ababemlangazelele nababefisa ukumbona izinkulungwane zeminyaka.
11/17/2019
Isahluko 21
Emehlweni kaNkulunkulu, abantu banjengezilwane emhlabeni wezilwane. Bayalwa, babulalane futhi baxhumane nabanye ngokumangalisayo. Emehlweni kaNkulunkulu, baphinde futhi bafane nezinkawu, bakhelana uzungu kungakhathaleki ubudala noma ubulili.
7/04/2019
Ukuzimela: Isehlakalo Sesithathu
Ngemva kokudlula komuntu esigabeni sobuntwana nesokuthomba futhi kancane kancane ufinyelela ezingeni lokuvuthwa, isinyathelo esilandelayo kuba ukuvalelisa ubusha babo ngokuphelele, ukuvalelisa abazali babo, babhekane nendlela ebahlalele yokuba ngabantu abadala abazimele.
5/26/2019
Ukuzalwa: Isehlakalo Sokuqala
Lapho umuntu ezalwa, ukuthi uzalwa kumuphi umndeni, ubulili bakhe, ukubukeka, nesikhathi sokuzalwa: le imininingwane yesehlakalo sokuqala sokuphila komuntu.
5/01/2019
South African Gospel Song "Umthelela ongenziwa ukwahlulela kukaNkulunkulu"
I
Umsebenzi kaNkulunkulu ekwahluleleni awuwona,
amagama amabili namathathu, ukucacisa indalo yomuntu,
kodw’uyembula, ukusebenza ngaye kancane kancane.
4/25/2019
Ukuthulisa Inhliziyo Yakho Phambi KukaNkulunkulu
Ukuthulisa inhliziyo yakho phambi kukaNkulunkulu kungesinye sezinyathelo esibalulekile kakhulu zokungena emazwini kaNkulunkulu, futhi kuyisifundo lapho abantu bonke benesidingo esiphuthumayo sokungena kuso manje.
4/09/2019
Zulu Gospel Song "Khona Lapha, Khona Manje, Siyahlangana" | Live in the Love of God
Siyathandana, siwumndeni. Ah … ah …
Khona lapha, khona manje, siyahlangana; kuhlangana abantu abathanda uNkulunkulu.
3/23/2019
UNkulunkulu Ulinganisa Ubuhlobo Phakathi Kwazo Zonke Izinto Ukuze Anikeze Abantu Indawo Ezinzile Ukuba Baphile
…… Okulandelayo, sizokhuluma ngokunye, okuyindlela eyodwa uNkulunkulu alawula ngayo zonke izinto. Lena yindlela, emva kokudala Kwakhe zonke izinto, alinganisa ngayo ukuhlobana kwazo.
3/22/2019
UNkulunkulu wabeka imingcele phakathi kwezizwe ezahlukahlukene
…… Kungani uNkulunkulu eyahlukanise ngale ndlela? Lokhu kubalulekile kubo bonke abantu—kubalulekile impela! UNkulunkulu wehlukanise imikhawulo ngokohlobo lwalokho okuphilayo ngalunye wayimisela ukuba kuqhubeke impilo ngale ndlela enzela uhlobo ngalunye lomuntu ophilayo.
3/18/2019
UNkulunkulu Usebenzisa Amandla Onke Akhe Nendlela Enokuhlakanipha Ukunika Zonke Izinto Nokusekela Ukuphila Kwesintu
Ekuqaleni, sikhulume ngendawo yokuhlala isintu nokuthi yini uNkulunkuu ayenza, akulungisa, nabhekana nakho kule ndawo, kanjalo nobudlelwano phakathi kwazo zonke izinto uNkulunkulu azilungiselele isintu nokuthi uNkulunkulu ubusingathe kanjani lobu budlelwano ukuze avimbele zonke izinto ukuthi zingalimazi isintu.
3/17/2019
Inyama, Imithombo Yamanzi Nezitshalo Ezelaphayo UNkulunkulu Azilungisela Isintu
Okusanhlamvu, izithelo nemifino, kanye nazo zonke izinhlobo zamantongomane konke kungukudla kwabantu abadla imifino kuphela.
3/11/2019
Indawo Yokuphila Eyisisekelo uNkulunkulu Ayenzela Isintu——Amazinga okushisa nokubanda
Into yesibili amazinga okushisa nokubanda. Wonke umuntu uyazi ukuthi ayini amazinga okushisa nokubanda. Amazinga okushisa nokubanda yinto leyo indawo efanele ukuphila abantu okumele ibe nayo.
3/04/2019
Thethelela Kamashumi Ayisikhombisa Aphindwe Kasikhombisa Uthando LweNkosi
1.Thethelela Kamashumi Ayisikhombisa Aphindwe Kasikhombisa
(Math 18:21-22) Khona-ke kwasondela uPetru kuye, futhi wathi, Nkosi, umfowethu angone kangaki, futhi ngimthethelela na? kuze kube kasikhombisa na? UJesu wathi kuye, angisho kuwe, Kuze kube kasikhombisa: kodwa, Kuze kube kamashumi ayisikhombisa aphindwe kasikhombisa.
2/19/2019
UMdali uVeza Imizwa Yakhe Yeqiniso ngeSintu
Le ngxoxo phakathi kukaNkulunkulu uJehova noJona ngaphandle kokungabaza, ingukubonakaliswa kwemizwa yeqiniso yoMdali ngesintu.
2/16/2019
Uma uKholo Lwakho Kuye Luyiqiniso, Uzovama Ukuthola Ukunakekelwa Nguye
Ukuguquka kukaNkulunkulu ngezinhloso aye nazo ngabantu baseNineve, akuna bungqikangqikaza noma ukudideka. Kepha, kwakungukuguquka kusuka entukuthelweni emsulwa kuya ekubekezeleleni okumsulwa.
2/13/2019
Ulaka LukaNkulunkulu Lungokokulonda Wonke Amandla Okulunga Kanye Nezinto Ezinhle Zonke
Ngokuqonda lezi zibonelo zenkulumo kaNkulunkulu, imicabango nezenzo, uyakwazi yini ukuqonda isimo sikaNkulunkulu esilungile, isimo esingeke sanengeka?
1/30/2019
INKOSI uNkulunkulu yabenzela u-Adamu nomkakhe iziphuku zesikhumba, futhi wabambathisa.
(UGenesise 3:20-21) Futhi u-Adamu wamqamba umkakhe igama lokuthi u-Eva; ngokuba wayengunina wabo bonke abaphilayo. INKOSI uNkulunkulu yabenzela u-Adamu nomkakhe iziphuku zesikhumba, futhi wabambathisa.
1/13/2019
Ubusha Obungenakho Ukuzisola
UXiaowen Edolobheni LaseChongqing
“Uthando luwumuzwa omsulwa, omsulwa ongenasici. Sebenzisa inhliziyo yakho, sebenzisa inhliziyo yakho ukuthanda nokuzwa kanye nokukhathalela. Uthando alubeki mibandela noma imigoqo noma ibanga. … Othandweni akukho kusola, akukho buqili, akukho nkohliso.
“Uthando luwumuzwa omsulwa, omsulwa ongenasici. Sebenzisa inhliziyo yakho, sebenzisa inhliziyo yakho ukuthanda nokuzwa kanye nokukhathalela. Uthando alubeki mibandela noma imigoqo noma ibanga. … Othandweni akukho kusola, akukho buqili, akukho nkohliso.
11/30/2018
South African Music Documentary Clip "Lowo Ophethe Ubukhosi Phezu Kwakho Konke" - Ukuphakama Kwe-United States of America Kanye Nomsebenzi Wayo (Zulu Subtitles)
South African Gospel Music - "Ukuphakama Kwe-United States of America Kanye Nomsebenzi Wayo"
Esisekelweni sokubambelela emigomweni yayo yokusungulwa yenkululeko, intando yeningi, nokulingana …
Bhalisa ku:
Okuthunyelwe (Atom)