Izikhombo Zamavesi EBhayibheli:
“Ngoba sesifikile isikhathi sokuqala kwesahlulelo endlini kaNkulunkulu” (1 Petru 4:17).
“Ngase ngibona isihlalo sobukhosi esikhulu esimhlophe nohlezi kuso, obuso bakhe babalekelwa yizulu nomhlaba; akutholelwanga indawo.
Rvelation12:10 Ngase ngizwa izwi elikhulu ezulwini, lithi: “Kalokhu insindiso namandla nobukhosi ngokukaNkulunkulu wethu, nombuso ngokaKristu wakhe, ngokuba uphonswe phansi ummangaleli wabazalwane bethu obamangalelayo phambi kukaNkulunkulu wethu imini nobusuku. (IsiZulu 1959/1997)
Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula izinsuku zokugcina. Bonisa konke okuthunyelwe
Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula izinsuku zokugcina. Bonisa konke okuthunyelwe
11/11/2019
11/10/2019
Ubudlelwane Phakathi Kwesigaba Ngasinye Somsebenzi KaNkulunkulu.
Amazwi KaNkulunkulu Abalulekile:
Kusukela emsebenzini kaJehova kuya kokaJesu, futhi kusukela emsebenzini kaJesu kuya kulowo wesigaba samanje, lezi zigaba ezintathu zihlanganisa ngentambo enganqamuki bonke ububanzi bokuphatha kukaNkulunkulu futhi yonke iyimisebenzi eyenziwa nguMoya owodwa.
Kusukela emsebenzini kaJehova kuya kokaJesu, futhi kusukela emsebenzini kaJesu kuya kulowo wesigaba samanje, lezi zigaba ezintathu zihlanganisa ngentambo enganqamuki bonke ububanzi bokuphatha kukaNkulunkulu futhi yonke iyimisebenzi eyenziwa nguMoya owodwa.
4/21/2019
Ukuthola Indlela Ebuyela Emuva Ngemuva Kokulahleka
UXieli, eMelika
Ngangihlale ngifuna impilo yenjabulo nezinga eliphakeme lokuphila, ngakho ngaya eMelika ukuze ngizosebenza kanzima ngokusemandleni ami.
4/12/2019
Ngaloluya Suku Isibhakabhaka Sasicace Futhi Sinelanga Ngokukhethekile
UTian Ying, eChina
Ngangikade ngiyikholwa leBandla i-Three-Self eChina. Ngenkathi ngiqala ukuzibandakanya emibuthanweni, abefundisi babevame ukuthi kithina: “Bafowethu nodadewethu, kulotshiwe eBhayibhelini ukuthi: ‘Ngoba ngenhliziyo umuntu uyakholwa kube ukulunga; futhi ngomlomo ukuvuma kuyenziwa kube insindiso’ (Rom 10:10).
4/09/2019
Ukufohla Enkungwini Ukuze Ngibone Ukukhanya
UFaith eChina
Ngiyisisebenzi esijwayelekile. Ekupheleni kukaNovemba, 2013, umlingani engisebenza naye wabona ukuthi mina nenkosikazi yami sizohlala njalo sibanga umsindo ngezinto ezincane, nsuku zonke sasihlala sikhathazekile futhi silusizi, wase edlulisela kithina umsebenzi kaNkulunkulu uSomandla ngezinsuku zokugcina.
3/27/2019
Ukuphaphama Komphefumulo Okhohlisiwe
uYuanzhi, eBrazil
Ngazalelwa edolobheni elincane eNyakatho neChina. Ngo-2010, ngalandela izihlobo zami ngaya eBrazil. EBrazil, ngajwayelana nomngane ongumKristu. Wangivakashisa ebandleni ukuba ngilalele izintshumayelo.
Ngazalelwa edolobheni elincane eNyakatho neChina. Ngo-2010, ngalandela izihlobo zami ngaya eBrazil. EBrazil, ngajwayelana nomngane ongumKristu. Wangivakashisa ebandleni ukuba ngilalele izintshumayelo.
10/04/2018
Izwi Leshumi Nambili
Uma unesimo esingazinzile, esiguquguquka njengomoya noma imvula, uma ungakwazi ukulokhu uqhubekela phambili, khona-ke induku Yami ngeke isuke kuwe.
9/24/2018
9/02/2018
UNkulunkulu Ulethe Inkazimulo Yakhe EMpumalanga
UNkulunkulu Ulethe Inkazimulo Yakhe EMpumalanga
I
UNkulunkulu unike inkazimulo yakhe ku-Israyeli
wase eyisusa,
eletha u-Israyeli nabantu bonke eMpumalanga.
UNkulunkulu usebaholele bonke ekukhanyeni
ukuze babumbane futhi bahlangane nokukhanya,
bengasadingi ukufuna ukukhanya.
Amalebula:
Amahubo,
Inkazimulo,
izinsuku zokugcina
8/30/2018
South African Gospel Song "UNkulunkulu Uyehla Nesahlulelo" Ihubo Lamazwi kaNkulunkulu
South African Gospel Song "UNkulunkulu Uyehla Nesahlulelo" Ihubo Lamazwi kaNkulunkulu
UNkulunkulu Uyehla Nesahlulelo
Esehlela esizweni sikadrako omkhulu obomvu.
UNkulunkulu uyaphenduka abheke umhlaba bese uqala uzamazama.
Amalebula:
Amahubo,
insindiso,
izinsuku zokugcina
3/13/2018
Isintu Esikhohlakele Siyidinga Kakhulu Insindiso KaNkulunkulu Obe Inyama
UNkulunkulu waba inyama ngenxa yokuthi ihloso yomsebenzi wakhe akuwona umoya kaSathane, noma into engaphili, kodwa umuntu, oyinyama owonakaliswe uSathane.
1/01/2018
Ukuhunyushwa Kwezwi Lamashumi Amabili Nane Nelamashumi Amabili Nanhlanu
Ngaphandle kokufunda ngokucophelela, akunakwenzeka ukuthola okuthile emazwini alezi zinsuku ezimbili; eqinisweni, bekufanele ngabe akhulunywe usuku olulodwa, kodwa uNkulunkulu uwahlukanisele izinsuku ezimbili.
12/05/2017
Yilabo Kuphela Abagxila Ekwenzeni Abangapheleliswa
Ezinsukwini zokugcina uNkulunkulu waba yinyama ukuze enze umsebenzi okwakufanele awenze nokwenza inkonzo yaKhe yamazwi. Weza engumuntu ukuzosebenza phakathi kwabantu ngenhloso yokuphelelisa labo abafuna inhliziyo yaKhe.
11/23/2017
Konke Kuyafezeka Ngezwi LikaNkulunkulu
UNkulunkulu ukhuluma amazwi Akhe enze nomsebenzi Wakhe ngokwezinkathi ezehlukene, nasezinkathini ezehlukene, ukhuluma amazwi ehlukene.
Amalebula:
Amazwi kaNkulunkulu,
izinsuku zokugcina,
Umbuso
Bhalisa ku:
Okuthunyelwe (Atom)