Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula insindiso. Bonisa konke okuthunyelwe
Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula insindiso. Bonisa konke okuthunyelwe

12/14/2019

Isahluko 30

Phaphamani, bafowethu! Phaphamani, bodadewethu! Usuku Lwami ngeke lubambezeleke; isikhathi siwukuphila, futhi ukubamba isikhathi ukusindisa ukuphila! Isikhathi asikude kakhulu! Uma nenza izivivinyo zokungena ekolishi futhi ningaphumeleli, ningazama futhi nifundele ukuhlolwa. Nokho, usuku Lwami ngeke lube nokulibala okungako.

12/08/2019

Umbono Womsebenzi KaNkulunkulu (2)

INkathi Yomusa yashumayela ivangeli lokuphenduka, futhi uma umuntu ekholwa, wayezosindiswa. Namuhla, esikhundleni sensindiso kunenkulumo yokunqoba nokuphelelisa.

12/05/2019

10/26/2019

Ukugcina Imiyalo Nokulandela Iqiniso

Ezenzweni zenu, ukugcina imiyalo kufanele kuhlobane nokulandela iqiniso, Ngesikhathi esifanayo nenigcina ngaso imiyalo, kufanele futhi nenze neqiniso. Lapho nilandela iqiniso, akufanele nephule imiyalo noma nimelane nemiyalo.

10/22/2019

Isahluko 13

UNkulunkulu uyizonda yonke inzalo kadrako omkhulu obomvu, futhi umzonda nakakhulu udrako omkhulu obomvu. Yilena impande yolaka olusenhliziyweni kaNkulunkulu. Kubonakala sengathi uNkulunkulu ufuna ukuphonsa zonke izinto zikadrako omkhulu obomvu echibini lomlilo nesibabule ukuze azishise ziphele nya.

10/14/2019

Isenzo (4)

Ukuthula nenjabulo engikhuluma ngakho namuhla akufani nalokhu okholelwa kukho nokuqondayo. Ubucabanga ukuthi ukuthula nenjabulo kusho ukujabula usuku lonke, ukungabikho kwezifo noma amabhadi emndenini wakho, ukuhlala uthabile enhliziyweni yakho, ngaphandle kokuba nosizi, nenjabulo engachazeki ngaphakathi kuwe kungakhathaliseki ukuthi injani impilo yakho.

8/29/2019

Uyini umsebenzi kaMoya oNgcwele? Ubonakala kanjani umsebenzi kaMoya Ongcwele?

Amazwi KaNkulunkulu Abalulekile:

Umsebenzi kaMoya oNgcwele uwuhlobo lomhlahlandlela ohamba phambili nokukhanyiselwa okuhle. Awuvumeli abantu ukuba babe ngovumazonke. Ubanikeza induduzo, ubanikeza ukholo kanye namandla futhi ubenza bafune ukupheleliswa nguNkulunkulu.

7/26/2019

Umuntu angabakha kanjani ubuhlobo beqiniso noNkulunkulu?

Amazwi KaNkulunkulu Abalulekile:

Abantu bakholwa kuNkulunkulu, bathanda uNkulunkulu, futhi banelisa uNkulunkulu ngokuthinta uMoya kaNkulunkulu ngenhliziyo yabo, kanjalo bazuza ukwaneliseka Kwakhe; futhi lapho bedingida amazwi kaNkulunkulu ezinhliziyweni zabo, babe sebekhuthazwa uMoya kaNkulunkulu.

5/22/2019

Kufanele Ubeke Eceleni Izibusisio Zesimo Futhi Uqonde Intando KaNkulunkulu Yensindiso Yomuntu


Kubantu, akunakwenzeka ukuthi inzalo kaMowabi ingapheleliswa futhi ayikufanelekeli ukuba ibe njalo. Amadodana kaDavide, ngolunye uhlangothi, ngokuqinisekile analo ithemba futhi ngokuqinisekile angakwazi ukupheleliswa.

4/29/2019

Ingabe Usuyaphila?

  Izwi likaNkulunkulu,ukuphila,Uthando


Lapho usuzuze ukuphila ubuntu obujwayelekile, futhi uye wapheleliswa, nakuba ungenakukwazi ukukhuluma isiprofetho, noma ezinye izimfihlakalo, uzophila futhi uzokwambula isithombe somuntu.

4/17/2019

Isivunguvungu Esadaleka Ekhaya Ngodaba LwaseZhaoyuan Lomhla ka- 28 kuMeyi

u-Enhui, eChina 

Ngingowesifazane ojwayelekile wasemakhaya, futhi ngangivame ukusindwa yimithwalo enzima yekhaya. Ngenxa yalokhu, omoya wami waba yinto enobudlova kakhulu, futhi mina nomyeni wami sasihlala sixabana nsuku zonke.

4/07/2019

Ngokuncintisana Ngale Ndlela, Ngihlomula Kakhulu

uMa Xin, eChina 

Njengoba umyeni wami wayengeyena umuntu ozibandakanya emsebenzini wokwethembeka, wayevame ukuphuza utshwala futhi engabonakalisi kukhathalela izindaba zomndeni, ngangivame ukucwila enhliziyweni embi nasebuhlungwini.

3/28/2019

EZwini LikaNkulunkulu USomandla, Ngithole Indlela Yami Yempilo

UNovo ePhillippines

Igama lami nginguNovo, ngingumFiliphi. Kusela ngisemncane, ngangikholwa uNkulunkulu nomama wami. Ngangiya enkonzweni nabafowethu nodadewethu siyolalela izintshumayelo. Nakuba ngangikholwa yiNkosi iminyaka eminingi, ngangizizwa sengathi angikholwa.

3/27/2019

Ukuphaphama Komphefumulo Okhohlisiwe

uYuanzhi, eBrazil

Ngazalelwa edolobheni elincane eNyakatho neChina. Ngo-2010, ngalandela izihlobo zami ngaya eBrazil. EBrazil, ngajwayelana nomngane ongumKristu. Wangivakashisa ebandleni ukuba ngilalele izintshumayelo.

2/16/2019

Uma uKholo Lwakho Kuye Luyiqiniso, Uzovama Ukuthola Ukunakekelwa Nguye

ukuhamba noNkulunkulu,uthando lwangempela


Ukuguquka kukaNkulunkulu ngezinhloso aye nazo ngabantu baseNineve, akuna bungqikangqikaza noma ukudideka. Kepha, kwakungukuguquka kusuka entukuthelweni emsulwa kuya ekubekezeleleni okumsulwa.

2/12/2019

Nakuba Ulaka LukaNkulunkulu Lucashile Futhi Lungaziwa Umuntu, Alukumeli Ukoniwa

ukukhulekela,ukulunga kukaNkulunkulu



Impatho kaNkulunkulu yesintu esinobuwula nokungabi nalwazi sisonke, isekelwe isihe nokubekezelela. Ulaka Lwakhe, ngakolunye uhlangothi, lufihlekile esikhathini nasezintweni eziningi; alwaziwa umuntu.

2/04/2019

UNkulunkulu Wenza Uthingo Njengophawu Lwesivumelwano Sakhe Nabantu

uNkulunkulu,UNowa,Ukulunga



(UGenesise 9:11-13) Futhi ngizomisa isivumelwano sami nawe, ayisekho inyama eyophinda ibhujiswe ngamanzi kazamcolo; akasayikuza uzamcolo ukubhubhisa umhlaba.

1/17/2019

Labo Abangafundi Futhi Abangazi Lutho: Abazona Yini Izilwane?

Iyiphi indlela yokufuna efanele kunazo zonke endleleni yanamuhla? Hlobo luni lomuntu okufanele uzibone uyilo ekufuneni kwakho? Kufanele wazi indlela yokusingatha yonke into ekwehlelayo manje, kungaba izilingo noma ukuhlupheka, ukusola okunonya noma iziqalekiso—kufanele ucabangisise ngakho konke lokhu. Kungani ngisho lokhu?

1/15/2019

Ukuhlupheka Kwakhuthaza Uthando Lwami LukaNkulunkulu

UMeng Yong Esifundazweni saseShanxi

Ngingumuntu ngokwemvelo owethembekile, yingakho bengihlala ngihlushwa ngabanye abantu. Ngenxa yalokho, ngizwe ukubanda komhlaba womuntu futhi ngezwa ukuphila kwami kungenalutho futhi kungenanjongo. Emva kokuqala ukukholwa kuNkulunkulu uSomandla, ngokufunda amazwi kaNkulunkulu kanye nokuphila impilo yebandla, ngaba nokuzimisela nenjabulo enhliziyweni yami engangingakaze ngibe nakho ngaphambili.