Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula izinyathelo zikaNkulunkulu. Bonisa konke okuthunyelwe
Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula izinyathelo zikaNkulunkulu. Bonisa konke okuthunyelwe

8/25/2018

Gospel Song "UNkulunkulu UnguMbusi Wohlelo Lokuphatha Lweminyaka Eyizinkulungwane Eziyisithupha"



 Gospel Song "UNkulunkulu UnguMbusi Wohlelo Lokuphatha Lweminyaka Eyizinkulungwane Eziyisithupha"


Umsebenzi kaNkulunkulu wenziwa nguNkulunkulu uqobo Lwakhe.
Nguye oqala umsebenzi Wakhe, futhi Nguye owuphethayo.
Nguye ohlela umsebenzi.

8/11/2018

Ukuhunyushwa Kwezwi Leshumi Nesishiyagalombili

Onke amazwi kaNkulunkulu aphethe ingxenye yesimo sakhe; isimo Sakhe ngeke sichazwe ngokugcwele ngamazwi, ngakho lokhu kukhombisa izinga lokunotha okukuye. Lokho abantu abangakubona futhi bakuthinte, vele, akungakanani, njengoba kunjalo nasemandleni abantu.

4/03/2018

South African Gospel Song “Zilandelwa kanjani izinyathelo zikaNkulunkulu” God's Sheep Hear the Voice of God




South African Gospel Song “Zilandelwa kanjani izinyathelo zikaNkulunkulu” God's Sheep Hear the Voice of God
I
Njengoba sifuna izinyathelo zikaNkulunkulu,
kumele sifune intando Yakhe,
Sifune amazwi nokukhuluma Kwakhe.
Ngokuba lapho kunamazwi amasha Akhe,
kunephimbo Lakhe;

11/09/2017

Yazi Umsebenzi Wakamuva KaNkulunkulu Bese Ulandela Ezinyathelweni ZikaNkulunkulu


Manje sekumele niphokophelele ukuba abantu bakaNkulunkulu, bese niqala ukungena ngokuphelele endleleni eyiyo. Ukuba ngabantu bakaNkulunkulu kusho ukungena eNkathini YoMbuso.