Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula ukumazi uNkulunkulu. Bonisa konke okuthunyelwe
Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula ukumazi uNkulunkulu. Bonisa konke okuthunyelwe

7/16/2018

Best South African Gospel Song "UNkulunkulu Ufika Ngokuthula Phakathi Kwethu" iculo lamaKristu




Best South African Gospel Song "UNkulunkulu Ufika Ngokuthula Phakathi Kwethu" iculo lamaKristu

UNkulunkulu Ufika Ngokuthula Phakathi Kwethu
UNkulunkulu uthule, futhi akaze abonakale kithi,
nokho umsebenzi Wakhe awukaze ume.

5/27/2018

Ukwazi Umsebenzi kaNkulunkulu Namhlanje

Ukwazi umsebenzi kaNkulunkulu kule zikhathi, esikhathini esiningi, kungukwazi uNkulunkulu osesimweni somuntu ezinsukwini zokugcina, ukuthi iyini inkonzo yakhe esemqoka, nokuthi uzokwenzani emhlabeni. Ngishilo ngaphambili emazwini ami ukuthi uNkulunkulu ufike emhlabeni (ngezinsuku zokugcina) ukuzokwenza isiboniso ngaphambi kokuthi ahambe. UNkulunkulu usenza kanjani lesi siboniso?

5/20/2018

South african gospel music “Lapho Uvulela UNkulunkulu Inhliziyo Yakho”




South African Gospel Music "Lapho Uvulela UNkulunkulu Inhliziyo Yakho"
Lapho ungamqondi uNkulunkulu futhi ungayazi imvelo Yakhe,
izinhliziyo zenu azisoze zavuleka ngokweqiniso, zivulekela uNkulunkulu.
Lapho usumqonda uNkulunkulu wakho, 
uzokuqonda okusenhliziyweni Yakhe,
bese ujabulela okukuye ngakho konke ukukholwa nokunaka kwakho.

3/28/2018

UNkulunkulu Anganeliswa Kuphela Yilabo Abamaziyo Nabazi Umsebenzi Wakhe

Umsebenzi kaNkulunkulu osesimweni somuntu uhlanganisa izingxenye ezimbili. Okokuqala nje, lapho eba inyama, abantu abazange bamkholwe noma bamazi, futhi bambethela esiphambanweni uJesu. Okwesibili futhi, abantu abazange bamkholwe, abazange bamazi futhi baphinda bambethela uKristu esiphambanweni.

1/19/2018

Indlela Yokwazi Isimo SikaNkulunkulu Nomphumela Womsebenzi Wakhe

umsebenzi kaNkulunkulu,yazi uNkulunkulu,unkulunkulu uthando


Okokuqala, ake sihube ingoma: Iculo Lombuso (I) Umbuso Wehlele Emhlabeni

Kukhala izinsimbi: Abantu bahalalisela uNkulunkulu, abantu bayadumisa uNkulunkulu, yonke imilomo ibiza uNkulunkulu oyedwa weqiniso, umbuso wehlela emhlabeni.

12/27/2017

South African Gospel Music "Umphumela Ofezeka Ngokumazi uNkulunkulu" You Are My Lord and My God

 


 South African Gospel Music: "Umphumela Ofezeka Ngokumazi uNkulunkulu"


Kube olunye usuku,

lapho uyozwa khona ukuthi uMdali
akaseyona impicabadala,
ukuthi uMdali akakaze afihleke kuwe,
ukuthi uMdali
akakaze abufihle ubuso Bakhe kuwe,
ukuthi uMdali akakude neze nawe,
ukuthi uMdali akaseyena Lona ohlale umlangazelela emicabangweni yakho 
kodwa ongakwazi ukufinyelela Kuye ngemizwa yakho,
ukuthi Yena ngokoqobo futhi ngeqiniso 
uhlale ekubhekile kwesokunxele nesokudla sakho,
esekela ukuphila kwakho, futhi elawula okudalelwe, elawula okudalelwe.

12/06/2017

Indlela… (5)

ukwethemba uNkulunkulu,ukumazi uNkulunkulu,,UMoya oNgcwele


Wayengekho owayazi uMoya Ongcwele ngaphambilini, futhi empeleni babengazi ukuthi indlela kaMoya Ongcwele iyini. Yingakho abantu bebehlala bezihlaza phambi kukaNkulunkulu.

Abantu Abangakulalela Ngokugcwele Ukuba Ngokoqobo KukaNkulunkulu Yilabo Abamthanda Ngeqiniso UNkulunkulu

Ukuba nolwazi ngokungokoqobo nokukwazi ukuwubona ngokucacile umsebenzi kaNkulunkulu—konke lokhu kuyabonakala emazwini Akhe. Ukukhanya ungakuthola kuphela emazwini kaNkulunkulu, ngakho kufanele uzihlomise kakhulu ngamazwi Akhe.

12/02/2017

Izwi Leshumi Nantathu

uNkulunkulu,IBandla LikaNkulunkulu USomandla,Amazwi kaNkulunkulu

Okufihlakele kokushiwo yizwi Lami yizinhloso Zami eziningi. Kodwa abantu abazi futhi abaqondi lutho kulokhu, bayaqhubeka nokuthola amazwi Ami ngaphandle bese bewalandela bengaphandle, ngaphandle kokuthi bakwazi ukubona inhliziyo Yami noma bazizwele intando Yami esemazwini Ami.

Izehlakalo

Kuzo zonke izehlakalo zikaPetru, wabekezelela amakhulu ezivivinyo. Nakuba abantu namuhla beliqonda igama elithi ‘uvivinyo,’ abayiqondi nhlobo incazelo yangempela yalo noma izimo. UNkulunkulu udambisa ukuzimisela komuntu, acwenge ukuzethemba kwakhe, aphelelise zonke izingxenye zakhe, kakhulu lokhu ukufeza phakathi nezivivinyo. Izivivinyo nazo ziwumsebenzi ocashile woMoya Ongcwele.

11/09/2017

Yazi Umsebenzi Wakamuva KaNkulunkulu Bese Ulandela Ezinyathelweni ZikaNkulunkulu


Manje sekumele niphokophelele ukuba abantu bakaNkulunkulu, bese niqala ukungena ngokuphelele endleleni eyiyo. Ukuba ngabantu bakaNkulunkulu kusho ukungena eNkathini YoMbuso.