Rvelation12:10 Ngase ngizwa izwi elikhulu ezulwini, lithi: “Kalokhu insindiso namandla nobukhosi ngokukaNkulunkulu wethu, nombuso ngokaKristu wakhe, ngokuba uphonswe phansi ummangaleli wabazalwane bethu obamangalelayo phambi kukaNkulunkulu wethu imini nobusuku. (IsiZulu 1959/1997)
Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula Ikhasi lokuqala. Bonisa konke okuthunyelwe
Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula Ikhasi lokuqala. Bonisa konke okuthunyelwe
8/13/2018
Ukuhunyushwa Kwezwi Lamashumi Amathathu Nanye
Isimo sikaNkulunkulu sikhona kuwo wonke amazwi kaNkulunkulu, kodwa okubaluleke kakhulu emazwini Akhe ukwambula ubumbuka bawo wonke umuntu bese ebeka obala izinto ezifana nokungalaleli kwabo, ukungazithobi, ukwenza okungemukelekile, ukungabi mnene, kanye nokungakwazi ukumthanda uNkulunkulu ngeqiniso.
Ukuhunyushwa Kwezwi Lamashumi Amathathu
Abanye abantu banakho ukukhanyiseleka okuncane ngamazwi kaNkulunkulu, kanti akekho kubo owethemba imizwa yakhe; besaba kanzulu ukuwela ekubeni ngabangavumi lutho. Ngakho, ukungavumi lutho, kuphakathi kwenjabulo nosizi.
8/12/2018
Ukuhunyushwa Kwezwi Lamashumi Amabili
UNkulunkulu wadala sonke isintu, futhi usesihole sonke isintu kwaze kwaba namuhla. Kanjalo, uNkulunkulu wazi konke okwenzeka phakathi kwabantu: wazi ububi emhlabeni wabantu, uqonda ubumnandi emhlabeni wabantu, ngakho-ke usuku ngosuku uchaza izimo zempilo yaso sonke isintu, aphinde, phezu kwalokho, abhekane nobuthakathaka nokonakala kwaso sonke isintu.
Ukuhunyushwa Kwezwi Leshumi Nesishiyagalolunye
Kubonakala sengathi emicabangweni yabantu, uNkulunkulu uphakeme kakhulu futhi akaqondakali. Kusengathi uNkulunkulu akahlali phakathi kwabantu, kusengathi ubabukela phansi abantu ngoba uphakeme kangaka. UNkulunkulu, nokho, uyayiphihliza imicabango yabantu ayiqede yonke, egqiba imicabango yabo “emathuneni” lapho iphenduka khona umlotha.
5/20/2018
South african gospel music “Lapho Uvulela UNkulunkulu Inhliziyo Yakho”
South African Gospel Music "Lapho Uvulela UNkulunkulu Inhliziyo Yakho"
Lapho ungamqondi uNkulunkulu futhi ungayazi imvelo Yakhe,
izinhliziyo zenu azisoze zavuleka ngokweqiniso, zivulekela uNkulunkulu.
Lapho usumqonda uNkulunkulu wakho,
uzokuqonda okusenhliziyweni Yakhe,
bese ujabulela okukuye ngakho konke ukukholwa nokunaka kwakho.
5/19/2018
South African Gospel Song "Uthando Lwangempela LukaNkulunkulu"
South African Gospel Song "Uthando Lwangempela LukaNkulunkulu" Namuhla ngiphinda ngiza phambi kukaNkulunkulu, ngibona ubuso Bakhe obuthandekayo.
Namuhla ngiphinda ngiza phambi kukaNkulunkulu, sengishiye imuva lami lokuzula ngemuva.
12/03/2017
Indlela… (3)
Empilweni Yami uqobo, Ngihlala Ngizimisele ngokunikela uqobo lwami kuNkulunkulu ngokuphelele, ngomzimba nangomqondo. Ngale ndlela, akukho okusoleka kunembeza Wami futhi Ngingakwazi ukuthola ukuthula okuncane.
Bhalisa ku:
Okuthunyelwe (Atom)