Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula ukuphila. Bonisa konke okuthunyelwe
Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula ukuphila. Bonisa konke okuthunyelwe

5/07/2019

Ubunjalo Bomuntu Bemvelo Nokufaneleka Kwakhe: Kuyini?

Nahlukaniswa nodaka futhi nakunoma yisiphi isilinganiso, nakhethwa enhleseni, ningcolile futhi nizondwa uNkulunkulu. Nina beningabakaSathane futhi naninyatheliwe ningcoliswe yikho.

3/23/2019

UNkulunkulu Ulinganisa Ubuhlobo Phakathi Kwazo Zonke Izinto Ukuze Anikeze Abantu Indawo Ezinzile Ukuba Baphile

unkulunkulu uthando,ukuphila


…… Okulandelayo, sizokhuluma ngokunye, okuyindlela eyodwa uNkulunkulu alawula ngayo zonke izinto. Lena yindlela, emva kokudala Kwakhe zonke izinto, alinganisa ngayo ukuhlobana kwazo.

3/21/2019

Imingcele yakhelwe izindlela ezahlukahlukene zokuphila kwabantu

yazi uNkulunkulu,Ukuhlakanipha,ukuphila


UNkulunkulu wadala konke okuphilayo wabeka imingcele kukho, wayesenakekela zonke izinhlobo zezinto eziphilayo. Ngenkathi konke okuphilayo kunakekela zonke izinhlobo zezinto eziphilayo, Yena futhi walungisa izindlela ezahlukile zokuphila kwabantu, ngakho kuyabonakala ukuthi abantu abanayo nje indlela eyodwa yokuqhubeka nokuphila.

3/16/2019

Zonke Izinhlobo Zokudla Okuyimifino UNkulunkulu Akulungisela Isintu

Sikhulume ngengxenye yemvelo yonke, izimo ezidingekayo ukuze umuntu aphile uNkulunkulu azilungiselele isintu njengoba edale umhlaba. Sikhulume ngezinto ezinhlanu, kanti lezi zinto ezinhlanu ziyimvelo yonke.

9/02/2018

Bantu! Jabulani!

















Ekukhanyeni kwaMi, abantu babona ukukhanya futhi. Ezwini laMi, abantu bathola izinto zokujatshulelwa. Sengiqhamukile eMpumalanga futhi Ngisuka khona.

9/01/2018

South African Gospel Music "Lowo Ophethe Ubukhosi Phezu Kwakho Konke" Choral Documentary




South African Gospel Music "Lowo Ophethe Ubukhosi Phezu Kwakho Konke" Choral Documentary

Ngaso sonke isikhathi endaweni yonke, zonke izinto ezisemkhathini zihamba ngokunembile phakathi kwemizila yazo.

11/28/2017

Impilo Yangokomoya Elungile Ibuyisela Abantu Endleleni Eyiyonayona

Amazwi KaNkulunkulu,Iqiniso,ukukholwa,Ukukholwa kuNkulunkulu


Nisahambe ibanga elincane kabi endleleni yekholwa elikholelwa kuNkulunkulu, futhi nisazongena endleleni eyiyona, ngakho liselide kakhulu ibanga ngaphambi kokufinyelela ezingeni likaNkulunkulu. Kodwa manje, isimo senu asenele ukuba nihlangabezane nezimfuno zaKhe. Ngenxa yesimo senu kanjalo nemvelo yenu enizelwe nayo eyonakele, ngaso sonke isikhathi niphatha umsebenzi kaNkulunkulu ngokunganaki futhi ningawuthatheli phezulu.

11/27/2017

Ukudingida Impilo Yasebandleni Nempilo Yangokoqobo

Abantu bacabanga ukuthi bakwazi kuphela ukushintsha uma bengaphakathi ebandleni labo, nokuthi uma bengaphili besebandleni, ukuguquka akwenzeki, bathi abakwazi ukufeza inguquko yeqiniso empilweni yabo abayiphilayo. Niyazi ukuthi yini ngempela inkinga kulokhu?

11/18/2017

Ungakunaka Kanjani Ukuthunywa Kwakho Kwesikhathi Esizayo

  Ungakwazi yini ukuveza isimo sikaNkulunkulu wesikhathi ngolimi olufanele olunokubaluleka kwenkathi? Uma ubheka odlule kukho emsebenzini kaNkulunkulu, ngabe ungasichaza ngemininingwane isimo sikaNkulunkulu? Ungasichaza kanjani ngokuyikho, ngendlela efanele? Ukuze ngalokhu, abanye bafunde ngodlule kukho. Ungakwedlulisela kanjani okubonile kanye nodlule kukho, kulabo abadabukisayo, abampofu, namakholwa azinikele, alambele futhi omele ukulunga futhi abalindele wena ukuba ubeluse? Hlobo luni lwabantu abalindele wena ukuba ubeluse?