Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula Indlela. Bonisa konke okuthunyelwe
Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula Indlela. Bonisa konke okuthunyelwe

8/31/2018

Zilandelwa kanjani izinyathelo zikaNkulunkulu


Zilandelwa kanjani izinyathelo zikaNkulunkulu

I
Njengoba sifuna izinyathelo zikaNkulunkulu,
kumele sifune intando Yakhe,
Sifune amazwi nokukhuluma Kwakhe.

12/18/2017

Mayelana neBhayibheli (4)

  Abantu abaningi bakholwa ukuthi ukuqonda nokukwazi ukuchaza iBhayibheli kufana nokuthola indlela yeqiniso—kodwa empeleni, Ingabe izinto zicace kanjalo ngempela? Akekho owazi iqiniso leBhayibheli: ukuthi aliyilutho oludlula umbhalo womlando ngomsebenzi kaNkulunkulu, kanye nobufakazi bezigaba ezimbili zomsebenzi kaNkulunkulu zaphambilini, futhi alikuniki ukuqonda izinhloso zomsebenzi kaNkulunkulu. Wonke umuntu oke walifunda iBhayibheli uyazi ukuthi likhuluma ngezigaba ezimbili zomsebenzi kaNkulunkulu ngesikhathi seNkathi Yomthetho kanye neNkathi Yomusa. ITestamente Elidala lilanda umlando ka-Israyeli kanye nomsebenzi kaJehova kusukela ngesikhathi sokudala kuze kube sekugcineni kweNkathi Yomthetho. ITestamente Elisha likhuluma ngomsebenzi kaJesu emhlabeni, osemaVangelini Amane, kanye nomsebenzi kaPawulu; akuyona yini imibhalo yomlando?

12/03/2017

Indlela… (3)



Empilweni Yami uqobo, Ngihlala Ngizimisele ngokunikela uqobo lwami kuNkulunkulu ngokuphelele, ngomzimba nangomqondo. Ngale ndlela, akukho okusoleka kunembeza Wami futhi Ngingakwazi ukuthola ukuthula okuncane.

11/29/2017

Indlela… (1)

uNkulunkulu,umsebenzi kaNkulunkulu,Iqiniso,ukukholwa


Empilweni yabo, akekho umuntu owaziyo ukuthi hlobo luni lwezingqinamba azohlangabezana nazo, futhi akazi ukuthi ukulungiswa kuniazobhekana nakho. Kwabanye kuba semisebenzini yabo, kwabanye kuba kulokho abazohlangabezana nakho ngelinye ilanga, kwabanye kusemindenini abadabuka kuyo, kanti kwabanye kusemishadweni yabo.

10/26/2017

Kufanele Ufuna Indlela Yokufanelana NoKristu

UNkulunkulu USomandla uthi:“Ngenze umsebenzi omningi phakathi kwabantu, namazwi engiwakhulume ngalesi sikhathi maningi. La mazwi angenxa yensindiso yomuntu, kanti akhulunywa ukuze umuntu afanelane Nami. Noma ngizuze abantu abambalwa emhlabeni abafanelana Nami, ngakho ngiyasho ngithi umuntu akawenzi igugu amazwi Ami, ngoba umuntu akafanelani Nami.