Rvelation12:10 Ngase ngizwa izwi elikhulu ezulwini, lithi: “Kalokhu insindiso namandla nobukhosi ngokukaNkulunkulu wethu, nombuso ngokaKristu wakhe, ngokuba uphonswe phansi ummangaleli wabazalwane bethu obamangalelayo phambi kukaNkulunkulu wethu imini nobusuku. (IsiZulu 1959/1997)
Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula abantu abakhethiwe bakaNkulunkulu. Bonisa konke okuthunyelwe
Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula abantu abakhethiwe bakaNkulunkulu. Bonisa konke okuthunyelwe
5/10/2019
Abantu Abakhethiwe eShayina Abakwazi Ukumela Noma Yisiphi Isizwe sakwa-Israyeli
3/06/2019
Amazwi kaJesu Kubafundi Bakhe Emva Kokuvuka
(Joh 20:26-29) Emva futhi kwezinsuku eziyisishiyagalombili, abafundi bakhe babesendlini, noTomase enabo: uJesu wafika, iminyango ivaliwe, futhi wema phakathi kwabo, wabe esethi, Ukuthula makube kini.
12/03/2018
South African Music Documentary Clip "Lowo Ophethe Ubukhosi Phezu Kwakho Konke" - Ukubhujiswa KweSodoma neGomora NguNkulunkulu (Zulu Subtitles)
South African Music Documentary - "Ukubhujiswa KweSodoma neGomora NguNkulunkulu"
Egcwele ububi nokuphinga, amadolobha amabili amakhulu aseSodoma naseGomora achukuluza isimo sikaNkulunkulu. UNkulunkulu wadedela isibabuli nomlilo kuvela emazulwini, kwangqongqisa amadolobha nabantu ababephakathi kuwo baba ngumlotha, futhi wabashabalalisa ngaphakathi kolaka Lwakhe….
Bhalisa ku:
Okuthunyelwe (Atom)