Rvelation12:10 Ngase ngizwa izwi elikhulu ezulwini, lithi: “Kalokhu insindiso namandla nobukhosi ngokukaNkulunkulu wethu, nombuso ngokaKristu wakhe, ngokuba uphonswe phansi ummangaleli wabazalwane bethu obamangalelayo phambi kukaNkulunkulu wethu imini nobusuku. (IsiZulu 1959/1997)
Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula ukulunga kukaNkulunkulu. Bonisa konke okuthunyelwe
Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula ukulunga kukaNkulunkulu. Bonisa konke okuthunyelwe
11/27/2019
Isahluko 26
Kuwo wonke amazwi akhulunywa uNkulunkulu, kuyabonakala ukuthi usuku lukaNkulunkulu luyasondela usuku ngosuku. Kusengathi lolu suku selulapha phambi kwamehlo abantu, sengathi luzofika kusasa.
11/11/2019
Ukubaluleka kokwahlulela kukaNkulunkulu ezinsukwini zokugcina kungabonakala emiphumeleni efezwe ngumsebenzi kaNkulunkulu wokwahlulela ezinsukwini zokugcina
(1) Umsebenzi kaNkulunkulu wokwahlulela ezinsukwini zokugcina wenzelwa ukuhlanza, ukusindisa kanye nokuphelelisa umuntu, kanye nokwenza iqembu labanqobayo.
Izikhombo Zamavesi EBhayibheli:
“Ngenxa yokuthi niligcinile izwi lokubekezela kwami, Nami ngizonigcina ngehora lokulingwa, elizofika ezweni lonke, ukubalinga labo abahlala emhlabeni.
Izikhombo Zamavesi EBhayibheli:
“Ngenxa yokuthi niligcinile izwi lokubekezela kwami, Nami ngizonigcina ngehora lokulingwa, elizofika ezweni lonke, ukubalinga labo abahlala emhlabeni.
11/05/2019
UNkulunkulu Uqobo Lwakhe, Oyingqayizivele X
UNkulunkulu Uwumthombo Wokuphila Kwazo Zonke Izinto (IV)
Namuhla sidlulisa umlayezo onesihloko esikhethekile. Kuwo wonke amakholwa, zimbili kuphela izinto okumele azazi, nizibandakanye nazo niphinde niziqonde—yiziphi-ke lezo zinto? Eyokuqala yindlela umuntu angena ngayo empilweni, eyesibili ukwazi uNkulunkulu. Nicabanga ukuthi lokhu osekuchaziwe ngokwazi uNkulunkulu yinto enokwenzeka? Kulungile ukusho ukuthi le nto ingaphezulu komuntu.
9/12/2019
Kubaluleke Kakhulu Ukuqonda Isimo SikaNkulunkulu
Ziningi izinto enginethemba lokuthi nizozizuza. Nokho, izenzo zenu kanye nezimpilo zenu akuhlangabezani ngokuphelele nezidingo Zami, ngakho-ke kufanele ngiqonde ephuzwini nginichazele intando Yami.
2/17/2019
Isimo Esilungile soMdali Singokoqobo futhi Sicacile
Isihe nokubekezelela kukaNkulunkulu akuyona Imvelakancane—Ukuphenduka kweqiniso Komuntu kuyimvelakancane
Akukhathaliseki ukuthi uNkulunkulu wabe ebathukuthelele kangakanani abantu baseNineve, kwathi bangamemezela ukuzila futhi bembatha indwangu yamasaka nomlotha, inhliziyo Yakhe yathamba kancane kancane, futhi waqala ukushintsha inhliziyo Yakhe.
2/13/2019
Ulaka LukaNkulunkulu Lungokokulonda Wonke Amandla Okulunga Kanye Nezinto Ezinhle Zonke
Ngokuqonda lezi zibonelo zenkulumo kaNkulunkulu, imicabango nezenzo, uyakwazi yini ukuqonda isimo sikaNkulunkulu esilungile, isimo esingeke sanengeka?
2/12/2019
Nakuba Ulaka LukaNkulunkulu Lucashile Futhi Lungaziwa Umuntu, Alukumeli Ukoniwa
Impatho kaNkulunkulu yesintu esinobuwula nokungabi nalwazi sisonke, isekelwe isihe nokubekezelela. Ulaka Lwakhe, ngakolunye uhlangothi, lufihlekile esikhathini nasezintweni eziningi; alwaziwa umuntu.
2/11/2019
Emuva Kokuphindelela KweSodoma Limelana Naye Futhi Limzonda, UNkulunkulu Uyalibhubhisa Uyayiqeda Nya
Uma sesinokuqonda nokho isimo esilungileyo sikaNkulunkulu, singabuyisa umqondo sibheke umuzi waseSodoma lokho uNkulunkulu akubona njengomuzi wesono.
2/10/2019
ISodoma Iyaqothulwa Ngokuvusa Intukuthelo KaJehova
Uma abantu baseSodoma bebona lezi zinceku ezimbili, abazange babuze isizathu sokufika kwazo, futhi akekho nowabuza ukuthi ingabe babefike ukuzosabalalisa intando kaNkulunkulu na?
2/08/2019
Ukubhubhiswa kweSodoma nguNkulunkulu
(UGenesise 18:26) Futhi iNKOSI yathi, Uma eSodoma ngithola abangamashumi amahlanu abalungileyo ngaphakathi kwedolobha, khona-ke ngizohawukela yonke le ndawo ngenxa yabo.
12/13/2018
Zulu Gospel Song “Uphawu Lwesimo SikaNkulunkulu” Ihubo Lamazwi kaNkulunkulu
Zulu Gospel Song “Uphawu Lwesimo SikaNkulunkulu” Ihubo Lamazwi kaNkulunkulu
I
Isimo sikaNkulunkulu sihlanganisa uthando Lwakhe nokududuza Kwakhe isintu,
sihlanganisa ukuzonda Kwakhe nokuqonda Kwakhe ngokugcwele isintu.
Isimo sikaNkulunkulu,
isimo sikaNkulunkulu siyinto uMbusi wazo zonke izinto eziphilayo
noma iNkosi yayo yonke indalo enayo.
12/03/2018
South African Music Documentary Clip "Lowo Ophethe Ubukhosi Phezu Kwakho Konke" - Ukubhujiswa KweSodoma neGomora NguNkulunkulu (Zulu Subtitles)
South African Music Documentary - "Ukubhujiswa KweSodoma neGomora NguNkulunkulu"
Egcwele ububi nokuphinga, amadolobha amabili amakhulu aseSodoma naseGomora achukuluza isimo sikaNkulunkulu. UNkulunkulu wadedela isibabuli nomlilo kuvela emazulwini, kwangqongqisa amadolobha nabantu ababephakathi kuwo baba ngumlotha, futhi wabashabalalisa ngaphakathi kolaka Lwakhe….
12/02/2018
South African Music Documentary Clip "Lowo Ophethe Ubukhosi Phezu Kwakho Konke" - Ukubhubhisa Umhlaba KukaNkulunkulu Ngozamcolo
Lapho ubuka isiqephu esimangalisayo sebhayisikobho yobuKristu esithi Ukubhubhisa KukaNkulunkulu Umhlaba Ngozamcolo, uzothola isimo sikaNkulunkulu esingcwele esinokulunga nokunakekela nobubele Bakhe esintwini, futhi uzothola indlela eya ensindisweni kaNkulunkulu phakathi kwezinhlekelele.
11/13/2018
Iziphambeko Ziyokwenza Umuntu Aye Esihogweni
Ngininike izexwayiso eziningi futhi ngabeka amaqiniso amaningi phezu kwenu ukuze ngininqobe. Namhlanje nizizwa nicebe kakhulu kunangesikhathi esidlule, niqonda izimiso eziningi ezimayelana nendlela umuntu okufanele abe yiyo, futhi abe nokuhluzeka okuningi engqondweni abantu abathembekile okufanele babe nakho.
Bhalisa ku:
Okuthunyelwe (Atom)