Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula IZINCWADI. Bonisa konke okuthunyelwe
Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula IZINCWADI. Bonisa konke okuthunyelwe

9/17/2018

UNkulunkulu uSomandla wangiholela endleleni yokuthola ukuhlanjululwa

UGangqiang   e-USA 

Ngo-2007, ngenxa yengcindezi eningi empilweni yami ngazifikela ngokwami eSingapore ukuze ngisebenze ngizokwazi ukuziphilisa. Isimo sezulu siyashisa kakhulu unyaka wonke eSingapore, ngakho-ke nsuku zonke ngangijuluka kakhulu uma ngisebenza.

9/15/2018

Kunenjabulo Enkulu Ekwethembekeni

UGan’en Edolobheni LaseHefei, Esifundazweni Sase-Anhui 

Empilweni yami, yilokhu ngaphila ngamagama athi, “Umuntu akufanele abe nenhliziyo efuna ukulimaza abanye, kodwa aqaphele ukuze angalimali” ekuhlaleni nabantu. Angilokothi nginikeze ukuthemba kwami ebantwini kalula nje.

9/14/2018

Uthando LukaNkulunkulu Lwalunami Ejele Elimnyama LikaDeveli

UYang Yi, Esifundazweni saseJiangsu 

NgingumKristu weBandla likaNkulunkulu uSomandla. Sengibe umlandeli kaNkulunkulu uSomandla iminyaka engaphezu kweyishumi. Phakathi nalesi sikhathi, into eyodwa engingakaze ngiyikhohlwe usizi olwesabekayo lapho ngiboshwa amaphoyisa e-CCP eminyakeni eyishumi edlule.

IX. Munye Kuphela UNkulunkulu Weqiniso: “Ubuthathu Emunye” Buyigama Elingeyilo

1. Ngemva kokuba abantu sebazi iqiniso lokuthi uJesu waba yinyama baqaphela lokhu: Ezulwini akukho kuphela uBaba, kodwa kuneNdodana, kanye noMoya imbala.

9/13/2018

Ukubusiswa Ngenxa Yokugula—I-Eseyi emayelana noThando lukaNkulunkulu

UDujuan eJapan

Ngazalelwa emndenini ompofu emzini wasemakhaya. Kusukela ngiseyingane, ngangiphila impilo enzima futhi ngangibukelwa phansi abanye abantu.

9/12/2018

11. Ukuzibuyiselela Kwangempela

UZhou Li      Edolobheni LaseXintai, Esifundazweni iShandong

Kudala, sasidinga ukuhlukanisa izifunda endaweni yethu, kodwa ngokwemigomo yethu yokuhlungwa kwabaholi, kwakunomfo owayebukeka ekulungele kangcono ukuthatha isikhundla.

Kwangicacela Ukuthi Bengilokhu Ngihamba Indlela Yabafarisi

UWuxin    Wasedolobheni laseTaiyuan, esiFundazweni saseShanxi 

Into esasilokhu siyixoxa ekuhlanganyeleni kwangaphambilini yizindlela ezahanjwa nguPetru noPawulu.

9/11/2018

Ngathola Ukukhanya Kweqiniso

UQiuhe  eJapan

Ngazalelwa emndenini wamaKhatholika. Kusukela ebuncaneni bami, bengihamba Imisa esontweni nomkhulu nogogo. Ngenxa yomthelela wendawo yangakithi nokukholwa kwami uNkulunkulu, ngifundile ukusho amavesi amaningi nokwenza imikhuba ehlukahlukene.

9/09/2018

8. Kuqondwa kanjani ukuthi uKristu uyiqiniso, indlela nempilo?

Izikhombo Zamavesi EBhayibheli:

Ekuqaleni kwakukhona uLizwi, uLizwi wayenoNkulunkulu, futhi uLizwi wayenguNkulunkulu. Yena lowo ekuqaleni wayenoNkulunkulu” (Johane 1:1-2).

Umsebenzi Waloluhlobo Awumuhle Neze

UDing Ning     waseDolobheni laseHeze, esifundeni saseShadong

Ezinsukwini ezimbalwa ezedlule, ibandla belihlele ushintsho emsebenzini wami. Njengoba ngathola lo msebenzi omusha, ngangicabanga ukuthi “ngidinga ukuthatha leli thuba lokugcina lokubiza umhlangano nabafowethu kanye nodadewethu, ngikhulume nabo kucace ngezindaba, futhi ngibashiye nesithombe esihle.”

9/07/2018

7. Kungani kuthiwa izimo ezimbili zikaNkulunkulu esenyameni ziphelelisa ukubaluleka kokuba sesimweni somuntu?

uKristu,uJesu,uNkulunkulu esimweni somuntu,insindiso


Izikhombo Zamavesi EBhayibheli:

“Kanjalo noKristu wanikelwa kanye ukuba athwale izono zabaningi; futhi kulabo abamfunayo uyakubonakala ngokwesibili ngaphandle kwesono kube ngukusindiswa” (Heberu 9:28).

2. Kungani izwe limnyama futhi lilibi kangaka? Ngokuba kwesintu sezingeni eliphezulu lokukhohlakala, ingabe kufanele libhujiswe?

Impendulo Evela Ezwini LikaNkulunkulu:

Umuntu walahlekelwa inhliziyo eyesaba uNkulunkulu ngemva kokonakaliswa uSathane, futhi walahlekelwa umsebenzi izidalwa zikaNkulunkulu okufanele zibe nawo, waba isitha esingamlaleli uNkulunkulu.

9/06/2018

6. Kungani kuthiwa isintu esikhohlakele sidinga kakhulu insindiso kaNkulunkulu abe yinyama?

ukwethemba uNkulunkulu,uNkulunkulu esimweni somuntu,umusa kaNkulunkulu


Amazwi KaNkulunkulu Abalulekile:

Ukusindisa abantu kukaNkulunkulu akwenziwa ngokuqondile ngoMoya njengoMoya, ngoba uMoya Wakhe ngeke uthintwe noma ubonwe umuntu, futhi umuntu akanakukwazi ukuza kuwo. Uma ezamile ukusindisa umuntu ngokuqondile ngendlela yoMoya, umuntu uyokuthola kanjalo-ke ukusindisa Kwakhe.

1. Kungani isintu kufanele sikholwe kuNkulunkulu?

Impendulo Evela Ezwini LikaNkulunkulu:

UNkulunkulu wadala zonke izinto, ngakho wenza yonke indalo ibe ngaphansi kombuso Wakhe, izithobe kuwo; uyolawula zonke izinto, ukuze konke kube sezandleni Zakhe.

9/05/2018

5. Yini umehluko obalulekile phakathi kukaNkulunkulu esimweni somuntu kanye nalabo bantu abasetshenziswa uNkulunkulu?























Izikhombo Zamavesi EBhayibheli:

“Mina impela nginibhapathiza ngamanzi kube ngukuphenduka. kepha lowo oza emva kwami unamandla kunami engingafanele ukuthwala izicathulo zakhe: yena uzonibhapathiza ngoMoya oNgcwele, nangomlilo” (Math 3:11).

9/04/2018

9/03/2018

3. Yini umehluko phakathi komsebeni kaNkulunkulu esenyameni kanye nomsebenzi kaMoya?

uJesu,ukuba senyameni,umsebenzi kaNkulunkulu



Izikhombo Zamavesi EBhayibheli:

“Wayesethi, Ngiyanicela, ngikhombise inkazimulo yakho. Wathi, … Awunakubona ubuso bami: ngokuba akukho muntu ongangibona, futhi aphile” (Eksodusi 33:18-20).

9/01/2018

2. Yini ukuba uNkulunkulu esimweni somuntu? Yini Umongo kaNkulunkulu esimweni somuntu?




Izikhombo Zamavesi EBhayibheli:

“Futhi uLizwi waba yinyama, futhi wahlala phakathi kwethu, (futhi sabona inkazimulo Yakhe, inkazimulo enjengeyozelwe yedwa kuYise,) egcwele umusa neqiniso” (Johane 1:14).

8/30/2018

UNkulunkulu uqobo waphrofetha ukuthi uNkulunkulu esenyameni ngezikhathi zokugcina uyovela njengeNdodana ukuzokwenza umsebenzi

uNkulunkulu,uJesu,Amazwi KaNkulunkulu


Izikhombo Zamavesi EBhayibheli:

Nani-ke manibe nilungile: ngokuba iNdodana yomuntu iyeza ngehora eningalicabangiyo” (Luka 12:40).

Kepha njengasezinsukwini zikaNowa, kuzoba njalo nokuza kweNdodana yomuntu” (Mathewu24:37).