Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula umthandazo. Bonisa konke okuthunyelwe
Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula umthandazo. Bonisa konke okuthunyelwe

10/24/2019

Mayelana Nokuphila Komoya Okujwayelekile

Ikholwa kumele libe nokuphila komoya okujwayelekile—lesi isisekelo sokwazi amazwi kaNkulunkulu nokuba ngokoqobo. Okwamanje, ingabe yonke imithandazo, ukusondelana noNkulunkulu, ukuhlabelela, ukudumisa, ukuzindla, nokuzama ukuqonda amazwi kaNkulunkulu eniwenzayo kuhlangabezana namazinga okuphila komoya okujwayelekile? Akekho kini okumcacela kahle lokhu.

4/25/2019

Ukuthulisa Inhliziyo Yakho Phambi KukaNkulunkulu

Umthandazo,ukukhulekela,uNkulunkulu


Ukuthulisa inhliziyo yakho phambi kukaNkulunkulu kungesinye sezinyathelo esibalulekile kakhulu zokungena emazwini kaNkulunkulu, futhi kuyisifundo lapho abantu bonke benesidingo esiphuthumayo sokungena kuso manje.

2/25/2019

Mayelana NoJobe(I)

uNkulunkulu,Umthandazo,UJobe


Ngemva kokufunda ngendlela uJobe abhekana ngayo nezilingo, abaningi benu bangathanda ukwazi ezinye izinto mayelana noJobe, ikakhulukazi mayelana nemfihlo eyamenza wadunyiswa uNkulunkulu. Ngakho namhlanje, ake sikhulume ngoJobe!

8/31/2018

South African Gospel Song "Ukubaluleka Komthandazo" Ihubo Lamazwi kaNkulunkulu




South African Gospel Song "Ukubaluleka Komthandazo" Ihubo Lamazwi kaNkulunkulu

Umthandazo ungenye yezindlela umuntu asebenzisana ngazo noNkulunkulu,
ukubiza uMoya Wakhe kanye nokuthintwa nguNkulunkulu.

8/22/2018

South African Gospel Music Video "Umthandazo Wabantu BakaNkulunkulu" Live in the Light




South African Gospel Music Video "Umthandazo Wabantu BakaNkulunkulu" Live in the Light
Abantu bakaNkulunkulu baphakanyiswe ngaphambi kwesihlalo Sakhe, 
imithandazo eminingi ezinhliziyweni zabo.

12/18/2017

Mayelana neBhayibheli (4)

  Abantu abaningi bakholwa ukuthi ukuqonda nokukwazi ukuchaza iBhayibheli kufana nokuthola indlela yeqiniso—kodwa empeleni, Ingabe izinto zicace kanjalo ngempela? Akekho owazi iqiniso leBhayibheli: ukuthi aliyilutho oludlula umbhalo womlando ngomsebenzi kaNkulunkulu, kanye nobufakazi bezigaba ezimbili zomsebenzi kaNkulunkulu zaphambilini, futhi alikuniki ukuqonda izinhloso zomsebenzi kaNkulunkulu. Wonke umuntu oke walifunda iBhayibheli uyazi ukuthi likhuluma ngezigaba ezimbili zomsebenzi kaNkulunkulu ngesikhathi seNkathi Yomthetho kanye neNkathi Yomusa. ITestamente Elidala lilanda umlando ka-Israyeli kanye nomsebenzi kaJehova kusukela ngesikhathi sokudala kuze kube sekugcineni kweNkathi Yomthetho. ITestamente Elisha likhuluma ngomsebenzi kaJesu emhlabeni, osemaVangelini Amane, kanye nomsebenzi kaPawulu; akuyona yini imibhalo yomlando?

11/25/2017

Mayelana Nenqubo Yokuthandaza

Aninaso isikhathi sokuthandaza empilweni yenu yansuku zonke. Abantu bahlezi bengawunaki umthandazo. Emithandazweni yabo ngaphambilini babeveza imizwa yabo nje bezidlalela, futhi akekho owake wanikela ngokupheleleyo ngenhliziyo yakhe phambi kukaNkulunkulu futhi wathandaza ngeqiniso kuNkulunkulu. Abantu bathandaza kuNkulunkulu uma kwenzeke okuthile kuphela kubona.

10/26/2017

Kufanele Ufuna Indlela Yokufanelana NoKristu

UNkulunkulu USomandla uthi:“Ngenze umsebenzi omningi phakathi kwabantu, namazwi engiwakhulume ngalesi sikhathi maningi. La mazwi angenxa yensindiso yomuntu, kanti akhulunywa ukuze umuntu afanelane Nami. Noma ngizuze abantu abambalwa emhlabeni abafanelana Nami, ngakho ngiyasho ngithi umuntu akawenzi igugu amazwi Ami, ngoba umuntu akafanelani Nami.