Amazwi KaNkulunkulu Abalulekile:
Umsebenzi womsebenzi ofanelekile ungayisa abantu endleleni eyiyo futhi ubavumele ukuthi bajule eqinisweni. Umsebenzi awenzayo ungaletha abantu phambi kukaNkulunkulu.
Rvelation12:10 Ngase ngizwa izwi elikhulu ezulwini, lithi: “Kalokhu insindiso namandla nobukhosi ngokukaNkulunkulu wethu, nombuso ngokaKristu wakhe, ngokuba uphonswe phansi ummangaleli wabazalwane bethu obamangalelayo phambi kukaNkulunkulu wethu imini nobusuku. (IsiZulu 1959/1997)
Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula uKholo. Bonisa konke okuthunyelwe
Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula uKholo. Bonisa konke okuthunyelwe
5/03/2019
Khonza Njengoba Kwenza Ama-Israyeli
Kulezi nsuku, abantu abaningi abazinaki izifundo okufanele zifundwe phakathi nokusebenzisana nabanye. Ngithole ukuthi abaningi kini abakwazi nhlobo ukufunda izifundo phakathi nokusebenzisana nabanye.
2/07/2019
Isibusiso SikaNkulunkulu Ku-Abrahama
(UGenesise 22:16-18) Ngizifungile mina uqobo, kusho iNKOSI, ngenxa yokuthi ukwenzile lokhu, futhi ungayigodlanga indodana yakho, indodana yakho okuwukuphela kwayo: Ngiyakukubusisa nokukubusisa, futhi ngandise nokwandisa inzalo yakho ibe njengezinkanyezi zezulu, nanjengesihlabathi sasogwini lolwandle; futhi inzalo yakho iyothatha isango lezitha zayo; Futhi ngenzalo yakho zonke izizwe zomhlaba zizobusiswa, ngokuba ulilalele izwi lami.
1/13/2019
Ubusha Obungenakho Ukuzisola
UXiaowen Edolobheni LaseChongqing
“Uthando luwumuzwa omsulwa, omsulwa ongenasici. Sebenzisa inhliziyo yakho, sebenzisa inhliziyo yakho ukuthanda nokuzwa kanye nokukhathalela. Uthando alubeki mibandela noma imigoqo noma ibanga. … Othandweni akukho kusola, akukho buqili, akukho nkohliso.
“Uthando luwumuzwa omsulwa, omsulwa ongenasici. Sebenzisa inhliziyo yakho, sebenzisa inhliziyo yakho ukuthanda nokuzwa kanye nokukhathalela. Uthando alubeki mibandela noma imigoqo noma ibanga. … Othandweni akukho kusola, akukho buqili, akukho nkohliso.
12/06/2018
Ngingasiza Abanye Ngempela Ngokungena Ngokwami Eqinisweni Kuphela
UDu Fan Esifundazweni SaseJiangsu
Muva nje, ibandla lalibambe ukhetho lokuqoka umholi omusha, kodwa umholi owengamele waphambana nezimiso zebandla, esebenzisa indlela yakhe yokwenza ukhetho.
Muva nje, ibandla lalibambe ukhetho lokuqoka umholi omusha, kodwa umholi owengamele waphambana nezimiso zebandla, esebenzisa indlela yakhe yokwenza ukhetho.
9/16/2018
Izwi Leshumi
Akufanele wesabe lokhu nalokhuya. Kungakhathaleki ukuthi bungaki ubunzima nezingozi obhekene nakho, uyohlala uqinile phambi Kwami; ungavinjwa yilutho, ukuze intando Yami yenziwe.
Amalebula:
Amazwi kaNkulunkulu,
uKholo,
uKristu
7/31/2018
Ukuhunyushwa Kwezwi Leshumi
Ngesikhathi sokwakhiwa kwebandla, uNkulunkulu wayethuka nje ekhuluma ngokwakhiwa kombuso. Nalapho ekhuluma ngakho, wayekwenza ngolimi lwesikhathi sokwakhiwa kwebandla.
Amalebula:
Amazwi kaNkulunkulu,
Ubufakazi,
uKholo
7/29/2018
New South African Gospel Music 2018 “Ubufakazi Bempilo” Iculo Lokuhlangenwe Nakho KomKristu
New South African Gospel Music 2018 “Ubufakazi Bempilo” Iculo Lokuhlangenwe Nakho KomKristu
I
Ngelinye ilanga ngingase ngibanjwe futhi ngishushiswe yiCCP,
lokhu kuhlupheka kungenxa yokulunga, engikwaziyo enhliziyweni yami.
7/28/2018
Ukuhunyushwa Kwezwi Lesithupha
Abantu bayadideka ngamazwi kaNkulunkulu lapho bebona ukuthi uNkulunkulu usenze isenzo esikhulukazi emkhakheni womoya, into umuntu angenakuyenza, engenziwa kuphela nguNkulunkulu uqobo.
Amalebula:
UJobe,
uKholo,
uNkulunkulu esimweni somuntu,
UPetru
7/24/2018
Iqiniso Langaphakathi Lomsebenzi Wokunqoba (4)
Kusho ukuthini ukupheleliswa? Kusho ukuthini ukunqotshwa? Yini umuntu okufanele ayenze ukuze anqotshwe? Futhi yini okufanele ayenze ukuze apheleliswe? Ukunqotshwa nokupheleliswa kuwumgomo womuntu osebenzayo ukuze abuyele esimweni sakhe sasekuqaleni, akhululeke esimweni sikaSathane esikhohlakele nasekuyengweni nguSathane.
1/11/2018
Iqiniso Langaphakathi Lomsebenzi Wokunqoba (3)
Umphumela ongatholakala emsebenzini wokunqoba, ngokuyinhloko ukuthi inyama yomuntu iyeke ukuhlubuka, okusho ukuthi, ingqondo yomuntu imqonde kabusha uNkulunkulu, inhliziyo yakhe imlalele ngokugcwele uNkulunkulu, nokuthi yena abe ngokaNkulunkulu.
Amalebula:
ibhayibheli,
uKholo,
ukulalela uNkulunkulu
Iqiniso Langaphakathi Lomsebenzi Wokunqoba (1)
Isintu esonakaliswe kakhulu uSathane, asigcini nje ngokwazi ukuthi kunoNkulunkulu kodwa siyekile ukukhonza uNkulunkulu. Ekuqaleni, lapho kudalwa u-Adamu no-Eva, inkazimulo kaJehova nobufakazi Bakhe kwakuhlale kukhona. Kodwa ngemva kokonakaliswa, umuntu yamlahlekela inkazimulo kanye nobufakazi ngenxa yokuthi wonke umuntu wahlubuka kuNkulunkulu futhi wayeka nokumhlonipha.
12/17/2017
Izwi Leshumi Nesishiyagalolunye
Kungumsebenzi wabantu ofanele ukuthi bathathe amazwi Ami njengesisekelo sokusinda kwabo. Umuntu kumele akhele ingxenye yakhe kuzo zonke izingxenye zamazwi Ami; ukungakwenzi lokhu kuzoba ukuzibizela izinkinga, ukuzifunela ukubhujiswa.
Amalebula:
Amazwi KaNkulunkulu USomandla,
uKholo
12/07/2017
Phunyuka Emandleni Obumnyama Uzozuzwa UNkulunkulu
Ayini amandla obumnyama?
Lokhu okubizwa ngamandla obumnyama kuwukuba isigqila sikaSathane, kungamandla kaSathane, futhi kungamandla aholela ekufeni.
Lokhu okubizwa ngamandla obumnyama kuwukuba isigqila sikaSathane, kungamandla kaSathane, futhi kungamandla aholela ekufeni.
Amalebula:
Amazwi KaNkulunkulu USomandla,
uKholo
12/04/2017
Ukuthola Ukucwengisiswa Kuphela Okungenza Umuntu Athande UNkulunkulu Ngokweqiniso
Ingabe umuntu kufanele amthande kanjani uNkulunkulu ngesikhathi sokucwengwa? Emva kokuthola ukucwengeka, nangesikhathi sokucwengeka abantu bayakwazi ukumdumisa ngokweqiniso uNkulunkulu bakwazi nokuzibona ukuthi basilele kangakanani. Uma kukukhulu ukucwengeka kwakho, kanjalo uzokwazi ukuyehlula inyama;
12/03/2017
Labo Abazopheleliswa Kumele Bacwengwe
Uma ukholwa kuNkulunkulu, kumele ulalele uNkulunkulu, wenze iqiniso futhi ufeze yonke imsebenzi yakho. Ngaphezu kwalokho, kumele uziqonde izinto okufanele udlule kuzo. Uma uzwa kuphela ukubhekanwa nawe, ukuqondiswa nokwahlulelwa, uma ukwazi ukujabulela uNkulunkulu kuphela, kodwa ungezwa lapho uNkulunkulu ekuqondisa noma ebhekana nawe, lokho akwamukelekile.
Amalebula:
Iqiniso,
uKholo,
Ukuthanda uNkulunkulu
11/30/2017
Izwi Lesishiyagalolunye
Ngifuna ukukukhumbuza ukuthi awukwazi ukungacacelwa nakancane ngezwi Lami futhi noma yikuphi ukungacopheleli akwamukeleki. Kufanele ulinake futhi ulilalele uphinde wenze izinto ngokuhambisana nezinhloso zami.
11/27/2017
Isahluko 6
UNkulunkulu uSomandla, iNhloko yezinto zonke, uphethe amandla Akhe obukhosi asuka esihlalweni Sakhe sobukhosi. Ubusa phezu kwezulu nomhlaba nezinto zonke futhi uyasiqondisa emhlabeni wonke. Siyohlala siseduze Kwakhe, futhi siye phambi Kwakhe ngokuthula; ngeke silahlekelwe ngisho ngumzuzu owodwa, futhi kukhona izinto zokufundwa kuzo zonke izikhathi.
Amalebula:
Amazwi KaNkulunkulu USomandla,
uKholo
Bhalisa ku:
Okuthunyelwe (Atom)