Amazwi KaNkulunkulu Abalulekile:
Umsebenzi kaMoya oNgcwele uwuhlobo lomhlahlandlela ohamba phambili nokukhanyiselwa okuhle. Awuvumeli abantu ukuba babe ngovumazonke. Ubanikeza induduzo, ubanikeza ukholo kanye namandla futhi ubenza bafune ukupheleliswa nguNkulunkulu.
Rvelation12:10 Ngase ngizwa izwi elikhulu ezulwini, lithi: “Kalokhu insindiso namandla nobukhosi ngokukaNkulunkulu wethu, nombuso ngokaKristu wakhe, ngokuba uphonswe phansi ummangaleli wabazalwane bethu obamangalelayo phambi kukaNkulunkulu wethu imini nobusuku. (IsiZulu 1959/1997)
Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula Umsebenzi kaMoya oNgcwele. Bonisa konke okuthunyelwe
Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula Umsebenzi kaMoya oNgcwele. Bonisa konke okuthunyelwe
12/06/2017
Indlela… (5)
Umsebenzi kaMoya oNgcwele Nomsebenzi kaSathane
Ukuqonda kanjani okuyisisekelo ngokomoya? Ingabe uMoya oNgcwele usebenza kanjani kumuntu? Ingabe uSathane usebenza kanjani kumuntu? Ingabe imimoya emibi isebenza kanjani kumuntu? Futhi ziyini izibonakaliso zalo msebenzi?
11/30/2017
Mayelana nokusebenzisa kukaNkulunkulu umuntu
Akukho muntu okwazi ukuphila ngokuzimela ngaphandle kwalabo abanikwe umkhombandlela okhethekile nokuqondiswa nguMoya oNgcwele, ngoba badinga inkonzo nokweluswa yilabo abasetshenziswa nguNkulunkulu. Ngakho-ke, kuleso naleso sikhathi uNkulunkulu uphakamisa abantu abehlukene abaphuthuma bakhuthalele ukwelusa amabandla ngenxa yomsebenzi waKhe.
Bhalisa ku:
Okuthunyelwe (Atom)