Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula umthombo wokuphila. Bonisa konke okuthunyelwe
Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula umthombo wokuphila. Bonisa konke okuthunyelwe

11/04/2019

UNkulunkulu Uqobo Lwakhe, Oyingqayizivele IX

UNkulunkulu Ungumthombo Wokuphila Wazo Zonke Izinto (III)

Kulesi sikhathi, sikhulume ngezinto eziningi ezithinta ukumazi uNkulunkulu kanti kungekudala nje sikhulume ngento ebalulekile kulokhu. Sithini isihloko? (UNkulunkulu Ungumthombo Wokuphila Kwazo Zonke Izinto.) Kubonakala sengathi izinto nesihloko engikhulume ngaso kugqamele wonke umuntu.

3/15/2019

Ukubona Ukondla KukaNkulunkulu Isintu Kusukela Esimweni Sokuphila Okuyisisekelo UNkulunkulu Asidalela Isintu

Ningabona yini, ngale ndlela enze ngayo kulezi zimo eziyisihlanu eziyisisekelo ekuphileni kwabantu, lokho uNkulunkulu akwenzele isintu? (Yebo) Okusho ukuthi uNkulunkulu udale zonke izimo ezinkulu eziyisihlanu eziyisisekelo sokuphila kwabantu.

3/13/2019

Indawo Yokuphila Eyisisekelo uNkulunkulu Ayenzela Isintu——Ukukhanya


Into yesine ehlobene namehlo abantu—ukukhanya. Lokhu kubalulekile. Uma ubona ukukhanya okuxhophayo, bese ukuxhopha kwalokhu kukhanya kufika ezingeni elithile, amehlo akho ngeke abone.

3/08/2019

1/27/2019

1/21/2019

Ngosuku Lwesithathu, Amazwi KaNkulunkulu Adala Umhlaba Nezilwandle, Negunya LikaNkulunkulu Lenza Umhlaba Uchichime Ngokuphila


Okulandelayo masifunde umusho wokuqala kuGenesise 1:9-11: “Futhi uNkulunkulu wathi, Amanzi angaphansi kwezulu mawaqoqeke ndawonye, bese kubonakala umhlabathi owomileyo.” Iziphi izinguquko ezenzeka emuva kokuthi uNkulunkulu evele wathi, “Amanzi aphansi kwezulu mawaqoqeke ndawonye, bese kubonakala umhlabathi owomileyo”?