Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula yazi uNkulunkulu. Bonisa konke okuthunyelwe
Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula yazi uNkulunkulu. Bonisa konke okuthunyelwe

12/11/2019

Ukwazi Umsebenzi kaNkulunkulu Namhlanje

IBandla likaNkulunkulu uSomandla,Unyazi LwaseMpumalanga,intando kaNkulunkulu


Ukwazi umsebenzi kaNkulunkulu kulezi zikhathi, esikhathini esiningi, ukwazi ukuthi iyini inkonzo esemqoka kaNkulunkulu osesimweni somuntu ezinsukwini zokugcina, nokuthi uzokwenzani emhlabeni.

11/29/2019

Isahluko 27

Namuhla, amazwi kaNkulunkulu asefike esicongweni sawo, okusho ukuthi, ingxenye yesibili yenkathi yokwahlulela isifike ovuthondabeni. Ngalesi sikhathi, iphimbo likaNkulunkulu seliguqukile, alisabhuqi futhi alisancokoli, futhi alisashayi, alisaqalekisi; uNkulunkulu uselithambisile iphimbo lamazwi Akhe.

11/22/2019

Ukuqonda Okuncane Ngokusindiswa



ULin Qing Edolobheni LaseQingzhou, Esifundazweni iShandong

Kule minyaka eminingi yokulandela uNkulunkulu, ngibuyekile ubumnandi bomndeni wami kanye nobenyama yami, bengilokhu ngibhizi usuku lonke ngenza imisebenzi yami ebandleni. Ngase ngiyakholwa: Inqobo nje uma ngingayeki umsebenzi wami ebandleni, ngingamkhapheli uNkulunkulu, ngingalishiyi ibandla, ngilandele uNkulunkulu kuze kube sekugcineni, ngizohlengwa ngisindiswe nguNkulunkulu.

11/21/2019

Wonke Amazwi KaNkulunkulu Ayisibonakaliso Sesimo Sakhe

ukumazi uNkulunkulu,Siyabonga uNkulunkulu,umusa kaNkulunkulu



UHu Ke Edolobheni laseDezhou, EsiFundazweni saseShandong

Njalo uma ngibona la mazwi ekhulunywa nguNkulunkulu, ngangizizwa nginetwetwe: “Umusho ngamunye engiwukhulumile umumethe isimo sikaNkulunkulu. Niyobe nenza kahle uma nizindla ngokucophelela ngamazwi Ami, futhi niyozuza kakhulu kuwona” (“Kubaluleke Kakhulu Ukuqonda Isimo SikaNkulunkulu” encwadini ethi Izwi Livela Lisenyameni).

11/05/2019

UNkulunkulu Uqobo Lwakhe, Oyingqayizivele X

uNkulunkulu,yazi uNkulunkulu,igunya likaNkulunkulu

UNkulunkulu Uwumthombo Wokuphila Kwazo Zonke Izinto (IV)

Namuhla sidlulisa umlayezo onesihloko esikhethekile. Kuwo wonke amakholwa, zimbili kuphela izinto okumele azazi, nizibandakanye nazo niphinde niziqonde—yiziphi-ke lezo zinto? Eyokuqala yindlela umuntu angena ngayo empilweni, eyesibili ukwazi uNkulunkulu. Nicabanga ukuthi lokhu osekuchaziwe ngokwazi uNkulunkulu yinto enokwenzeka? Kulungile ukusho ukuthi le nto ingaphezulu komuntu.

7/07/2019

Umshado: Isehlakalo Sesine

Njengoba umuntu ekhula futhi evuthwa, kuvuleka igebe elikhudlwana phakathi kwakhe nabazali bakhe nendawo azalwa futhi wakhulela kuyo, bese eqala ukufuna ukuthola ukuthi ukuphila kwakhe kuphokophele kuphi, enze imigomo yakhe ehlukile kweyabazali bakhe.

7/04/2019

Ukuzimela: Isehlakalo Sesithathu

yazi uNkulunkulu,Ikusasa Nendawo yokusebenza


Ngemva kokudlula komuntu esigabeni sobuntwana nesokuthomba futhi kancane kancane ufinyelela ezingeni lokuvuthwa, isinyathelo esilandelayo kuba ukuvalelisa ubusha babo ngokuphelele, ukuvalelisa abazali babo, babhekane nendlela ebahlalele yokuba ngabantu abadala abazimele.

5/22/2019

Kufanele Ubeke Eceleni Izibusisio Zesimo Futhi Uqonde Intando KaNkulunkulu Yensindiso Yomuntu


Kubantu, akunakwenzeka ukuthi inzalo kaMowabi ingapheleliswa futhi ayikufanelekeli ukuba ibe njalo. Amadodana kaDavide, ngolunye uhlangothi, ngokuqinisekile analo ithemba futhi ngokuqinisekile angakwazi ukupheleliswa.

5/11/2019

Lapho kuya kuNkulunkulu, kuthini ukuqonda kwakho?

Abantu sebekholwe kuNkulunkulu isikhathi eside, nokho abaningi kubo abaliqondi igama elithi “Nkulunkulu.” Bayalandela nje ngokudideka.

5/01/2019

South African Gospel Song "Umthelela ongenziwa ukwahlulela kukaNkulunkulu"



South African Gospel Song "Umthelela ongenziwa ukwahlulela kukaNkulunkulu"
I
Umsebenzi kaNkulunkulu ekwahluleleni awuwona,
amagama amabili namathathu, ukucacisa indalo yomuntu,
kodw’uyembula, ukusebenza ngaye kancane kancane.

3/25/2019

Ukudalelwa Kwesintu Nokudalelwa Kwendawo Yonke Akunakuhlukaniswa Ebukhosini BoMdali

Nonke nibadala. Abanye benu basebasha; abanye sebeqale ukuguga. Kusukela kongakholwa kuya kokholwayo, kusukela kosanda kukholwa kuNkulunkulu kuye kosalamukele izwi likaNkulunkulu nosebone umsebenzi kaNkulunkulu, lungakanani ulwazi onalo ngobukhosi bukaNkulunkulu?

3/20/2019

UNkulunkulu futhi wabekela izinyoni nezilwane, izinhlanzi, izinambuzane, nazo zonke izitshalo imingcele

uNkulunkulu wokuhlakanipha,yazi uNkulunkulu


……Ngenxa yokuthi le mingcele ibekwe nguNkulunkulu, izindawo eziningi ziholele enhlalweni nasempilweni eqhubekayo, kanti le nhlalo nempilo eqhubekayo ibe wusizo ezinhlotsheni ezahlukahlukene zezinyoni kanye nezilwane kwaba khona nezindlela zokuqhubeka nokuphila.

3/16/2019

Zonke Izinhlobo Zokudla Okuyimifino UNkulunkulu Akulungisela Isintu

Sikhulume ngengxenye yemvelo yonke, izimo ezidingekayo ukuze umuntu aphile uNkulunkulu azilungiselele isintu njengoba edale umhlaba. Sikhulume ngezinto ezinhlanu, kanti lezi zinto ezinhlanu ziyimvelo yonke.

3/14/2019

Indawo Yokuphila Eyisisekelo uNkulunkulu Ayenzela Isintu——Ukuhamba komoya

Yini into yesihlanu? Le nto ihlobene kakhulu nempilo yawo wonke umuntu, futhi yinto leyo umzimba womuntu ongeke uphile ngaphandle kwayo kule lizwe elibonakalayo. Le nto ukuhamba komoya.

3/09/2019

Indaba yesi . Intabakazi, Umfudlana Omncane, Umoya Onamandla, kanye neGagasi Elikhulukazi

yazi uNkulunkulu,izethembiso zikaNkulunkulu


Kwakukhona umfudlana omncane ozombeleza uye uphinde ubuye, ekugcineni ufinyelele ekuqaleni kwentabakazi. Intaba yayivimbe indledlana yomfudlana omncane, ngakho-ke umfudlana wabuza intaba ngezwi lawo elintekenteke, elincane, “Ngicela ungidlulise, ume endleleni yami kanti futhi uvimbe indlela yami yokuya phambili.”

3/08/2019

2/28/2019

Isixwayiso Nokukhanyiselwa Ubufakazi BukaJobe Obubunika Izizukulwane Ezilandelayo

UJobe,Ubufakazi,yazi uNkulunkulu


Ngesikhathi esifanayo nesokuqonda inqubo uNkulunkulu azuza ngayo abantu, abantu nabo bayoqonda izinhloso nokubaluleka kokusebenzisa uSathane ekuvivinyeni uJobe. Abantu abasaphazanyiswa uvivinyo lukaJobe, futhi banemininingwane eminingi emisha ngokubaluleka kwakho.

2/25/2019

Mayelana NoJobe(I)

uNkulunkulu,Umthandazo,UJobe


Ngemva kokufunda ngendlela uJobe abhekana ngayo nezilingo, abaningi benu bangathanda ukwazi ezinye izinto mayelana noJobe, ikakhulukazi mayelana nemfihlo eyamenza wadunyiswa uNkulunkulu. Ngakho namhlanje, ake sikhulume ngoJobe!

2/23/2019

Izinto Eziningi Abantu Abaziqonda Ngokungeyikho NgoJobe

yazi uNkulunkulu,ukulalela uNkulunkulu,UJobe


Ubunzima obabekezelelwa uJobe kwakungewona umsebenzi wezithunywa ezazithunywe uNkulunkulu, futhi wawungabangelwa isandla sikaNkulunkulu.