Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula Izwi likaNkulunkulu. Bonisa konke okuthunyelwe
Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula Izwi likaNkulunkulu. Bonisa konke okuthunyelwe

12/28/2019

Isahluko 27

Ukuziphatha kwabantu akukaze kuyithinte inhliziyo Yami, noma ngikubone njengokubalulekile. Umuntu uhlala ebona sengathi ngimphethe ngesandla sensimbi kanti futhi ngihlala ngisebenzisa igunya phezu kwakhe.

12/22/2019

Isahluko 17

Izwi Lami likhala njengokuduma kwezulu, likhanyise amagumbi omane nomhlaba wonke, phakathi kokuduma kwezulu nokushaya konyazi, umuntu uqumbeka phansi.

9/08/2019

Kungani uNkulunkulu engasindisi labo abanomsebenzi wemimoya emibi kubo noma labo ababanjwe amadimoni na?

Amazwi KaNkulunkulu Abalulekile:

Labo abebekade benesikhathi bephethwe yimimoya emibi (kusukela ekuzalweni) bonke bazokwambulwa manje. Ngizokuxosha! Usakukhumbula engikushilo? Mina—Nkulunkulu ongcwele futhi ongenakungcola—angihlali ethempelini elibi nelingcolile.

9/05/2019

Umuntu angawuthola kanjani umsebenzi kaMoya oNgcwele?

Amazwi KaNkulunkulu Abalulekile:

Umsebenzi kaMoya oNgcwele uyaguquka usuku nosuku, unyukela phezulu isinyathelo ngasinye; isambulo sakusasa singaphezulu kwesanamuhla, isinyathelo ngesinyathelo sikhuphuka sinyukela phezulu njalo.

5/16/2019

Amazwi Aya Kwabancane Nabadala

Mningi kakhulu umsebenzi engiwenze emhlabeni futhi ngihambe iminyaka eminingi phakathi kwesintu. Kodwa luncane ulwazi abantu abanalo ngokubukeka Kwami nangesimo Sami, futhi bayidlanzana abantu abangawuchaza kahle umsebenzi engiwenzayo.

5/12/2019

UNkulunkulu Osesimweni Somuntu Wezinsuku Zokugcina Wenza Umsebenzi Wamazwi



Zulu Gospel Song "UNkulunkulu Osesimweni Somuntu Wezinsuku Zokugcina Wenza Umsebenzi Wamazwi"
I
UNkulunkulu osesimweni somuntu wezinsuku zokugcina
uphetha iNkathi Yomusa futhi ukhuluma amazwi aphelelisa nakhanyisayo,
amazwi asusa imiqondo engacacile ngoNkulunkulu enhliziyweni yomuntu.

5/09/2019

Uma Amaqabunga Awile Ebuyela Ezimpandeni Zawo Uzozisola Ngabo Bonke Ububi Obenzile

Kufanele ukuthi niwubonile umsebenzi engiwenzile phakathi kwenu, nina uqobo niwezwile amazwi engiwakhulumile, futhi niyayazi indlela enginibuka ngayo, ngakho kufanele nazi ukuthi kungani ngenza lo msebenzi kinina.

5/05/2019

Kumele Uqonde Umsebenzi—Ungalandeli Ngokudideka!


Njengamanje baningi abantu abakholwa ngendlela enokudideka. Kuningi enizibuza kona, umuzwa wenu wokuphokophelela izibusiso mkhulu kakhulu, kanti umuzwa wenu wokuphokophelela ukuphila wona muncane kakhulu. Abakholelwa kuJesu kulezi zinsuku banogqozi olukhulu.

5/03/2019

Ukuthuthukisa Izinga Ngokokuthola Insindiso kaNkulunkulu

Ukuthuthukisa izinga labantu kudinga ukuba nithuthukise amakhono enu okwamukela. Isidingo esiyisisekelo kinina ukuba namukele ngokucacile amazwi akhulunywe kinina.

5/02/2019

4/29/2019

Ingabe Usuyaphila?

  Izwi likaNkulunkulu,ukuphila,Uthando


Lapho usuzuze ukuphila ubuntu obujwayelekile, futhi uye wapheleliswa, nakuba ungenakukwazi ukukhuluma isiprofetho, noma ezinye izimfihlakalo, uzophila futhi uzokwambula isithombe somuntu.

4/28/2019

UNkulunkulu Uyabaphelelisa Labo Abafuna Inhliziyo Yakhe

Iqembu labantu uNkulunkulu afuna ukubazuza manje, yilabo abalwela ukubambisana noNkulunkulu, abangahlonipha umsebenzi Wakhe, nabakholwa ukuthi amazwi uNkulunkulu awakhulumayo ayiqiniso, abangenza izinto ezifunwa uNkulunkulu.

4/27/2019

Yazini Intando KaNkulunkulu Nizuze Ukuphelela

Lapho nazi intando kaNkulunkulu, umthwalo wenu usinda ngisho nakakhulu; lapho umthwalo wenu usinda, nesipiliyoni senu sizoba siningi.

4/25/2019

Ukuthulisa Inhliziyo Yakho Phambi KukaNkulunkulu

Umthandazo,ukukhulekela,uNkulunkulu


Ukuthulisa inhliziyo yakho phambi kukaNkulunkulu kungesinye sezinyathelo esibalulekile kakhulu zokungena emazwini kaNkulunkulu, futhi kuyisifundo lapho abantu bonke benesidingo esiphuthumayo sokungena kuso manje.

4/16/2019

Sengiyakwazi Ukuhlukanisa Phakathi KukaKristu Wangempela NoKristu Bamanga

UChuanyang. eMelika

Ngo-2010, ubusika eMelika bangenza ngagodola kakhulu. Ngaphezu kokubanda okuhlabayo kudalwa inhlanganisela yomoya nokukhithika, okwakukubi nakakhulu ukuthi inhliziyo yami yayingenelwe futhi yahlaselwa “yigagasi elibandayo” Kulabo kithina abasebhizinisini lokuhlobisa ezindlini, ubusika yisikhathi esinzima kakhulu sonyaka, ngoba uma ubusika buqala uba mncane kakhulu umsebenzi.

7/18/2018

Ukuhunyushwa Kwezwi Lamashumi Amane Nanye

Usebenza kanjani uNkulunkulu kumuntu? Ingabe uyakuqonda lokhu? Ingabe kucacile? Futhi kwenziwa kanjani ebandleni? Yini oyicabangayo? Ingabe uke wayicabangela le mibuzo? Yini ethemba ukuyifeza ngomsebenzi waKhe ebandleni? Ingabe konke kucacile manje?

7/17/2018

Ukuhunyushwa Kwezwi Lamashumi Amane Nambili

Angazi ukuthi lukhona yini uguquko abantu abalubonile ezwini lanamuhla. Abanye babantu kungenzeka babone oluncane, kodwa abangenaso isibindi sokusho ngokuqinisileyo. Mhlawumbe abanye abakwazanga ukuqonda lutho. Kungani kunalo mahluko phakathi kosuku lwenyanga lweshumi nambili kanye nolweshumi nanhlanu?