Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula funa iqiniso. Bonisa konke okuthunyelwe
Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula funa iqiniso. Bonisa konke okuthunyelwe

12/25/2019

Ukulahla Amaketanga

ukukholwa,funa iqiniso,Ukuthanda uNkulunkulu


UMomo edolobheni laseHefei, Esifundazweni sase-Anhui

Ngaphambi kokuba ngikholwe kuNkulunkulu, noma ngabe ngangenzani, ngangingafuni neze ukusala emuva. Ngangizimisele ukwamukela noma yibuphi ubunzima inqobo nje uma lokho kwakuchaza ukuthi ngiyokwazi ukwedlula wonke umuntu.

12/01/2019

Awukwazi Ukuqonda Umuntu Ngokubukeka

uYang Rui wasedolobheni laseYuci esifundazwe sase- Shanxi

Enhliziyweni yami, ngangihlala ngikholwa ukuthi ubaba wayengumuntu olungile. Kodwa ngelinye ilanga, ngabe sengizwa ukuthi ubaba wami wayexoshiwe ebandleni. Ngethuka kakhulu ngalesosikhathi ngahluleka ukukuqonda.

11/23/2019

Labo Abangahambisani NoKristu Impela Bangabaphikisana NoNkulunkulu

ukuhamba noNkulunkulu,ukuba senyameni,uKristu


Bonke abantu bafisa ukubona ubuso bukaJesu bangempela futhi bafisa ukuba Naye. Ngikholwa ukuthi akukho namunye kubafowethu noma odadewethu ongathi akazimisele ukumbona noma ukuhlala noJesu.

11/16/2019

South Africa Christian Movie "EBUSIKA OBUBANDA KAKHULU" | The Testimony of a Christian


South Africa Christian Movie 2017 "EBUSIKA OBUBANDA KAKHULU" | The Testimony of a Christian


Igama lakhe uXiao Li. Sekuphele ishumi leminyaka ekholelwa kuNkulunkulu. Ebusika bango-2012, waboshwa amaphoyisa eKhomishana YamaShayina esebandleni. Phakathi nophenyo, amaphoyisa ayemyenga, emsabisa, emlimaza futhi emhlukumeza ngoba ezama ukumenza adumaze uNkulunkulu ngokuthi adalule ukuthi bakuphi abaholi bebandla kanye nemali yebandla.

10/24/2019

Mayelana Nokuphila Komoya Okujwayelekile

Ikholwa kumele libe nokuphila komoya okujwayelekile—lesi isisekelo sokwazi amazwi kaNkulunkulu nokuba ngokoqobo. Okwamanje, ingabe yonke imithandazo, ukusondelana noNkulunkulu, ukuhlabelela, ukudumisa, ukuzindla, nokuzama ukuqonda amazwi kaNkulunkulu eniwenzayo kuhlangabezana namazinga okuphila komoya okujwayelekile? Akekho kini okumcacela kahle lokhu.

9/05/2019

Umuntu angawuthola kanjani umsebenzi kaMoya oNgcwele?

Amazwi KaNkulunkulu Abalulekile:

Umsebenzi kaMoya oNgcwele uyaguquka usuku nosuku, unyukela phezulu isinyathelo ngasinye; isambulo sakusasa singaphezulu kwesanamuhla, isinyathelo ngesinyathelo sikhuphuka sinyukela phezulu njalo.

8/09/2019

Kuyini ukulandela uNkulunkulu?

Amazwi KaNkulunkulu Abalulekile:

Okubaluleke kakhulu ekulandeleni uNkulunkulu ukuthi konke kumele kuye ngokwamazwi kaNkulunkulu: Noma ngabe uphokophelela ukungena ekuphileni noma ukugcwalisa intando kaNkulunkulu, yonke into kumele igxile emazwini kaNkulunkulu.

5/16/2019

Amazwi Aya Kwabancane Nabadala

Mningi kakhulu umsebenzi engiwenze emhlabeni futhi ngihambe iminyaka eminingi phakathi kwesintu. Kodwa luncane ulwazi abantu abanalo ngokubukeka Kwami nangesimo Sami, futhi bayidlanzana abantu abangawuchaza kahle umsebenzi engiwenzayo.

4/11/2019

Ukukhanya Kufudumele Uma Udlula Emhubheni

uWang Yuping, eChina

Njengabo bonke abanye abafowethu nodadewethu abomele ukubuya kweNkosi uJesu, nami ngilangazelele ukuba iNkosi yethu ibuye ukuze isamukele embusweni wezulu masinya ukuze sikwazi ukuthokozelela izibusiso zalo.

11/19/2018

South African Gospel Music "Incazelo Yangempela Yokukholwa KuNkulunkulu" (Zulu Subtitles)



South African Gospel Music "Incazelo Yangempela Yokukholwa KuNkulunkulu" (Zulu Subtitles)
I
Abantu abaningi kakhulu bayakholwa, kodwa bambalwa kakhulu abaqondayo ukuthi ukholo kuNkulunkulu lusho ukuthini ngempela,
yini okufanele bayenze ukuze benze ngokuvumelana nenhliziyo kaNkulunkulu.

11/16/2018

Kumele Wazi Ukuthi UNkulunkulu Wokoqobo NguNkulunkulu Uqobo

unkulunkulu uthando,yazi uNkulunkulu,uNkulunkulu ongokoqobo


Yini okumele uyazi ngoNkulunkulu wokoqobo? UMoya, uMuntu, kanye neZwi kwenza uNkulunkulu wokoqobo uqobo, futhi lokhu kuyincazelo yeqiniso kaNkulunkulu uqobo.

10/18/2018

49. Ubuso Beqiniso Bomuntu Obizwa Ngokuthi Ulungile

UKemu    Edolobheni laseZhumadian, Esifundazweni saseHenan

Engqondweni yami, bengilokhu ngizibona njengomuntu onobuntu. Ngike ngacabanga ngalokhu ngoba, omakhelwane bami babeke bangincome phambi kwabazali bami ngokuba umuntu okhaliphile futhi okhombisa ukunakekela umndeni; bathi ngiyintandokazi emehlweni abazali bami.